27/11/2025
Sawubona baba bengsacela ungisiza la . Bengicela ungipostel kwipage lakho ngicinga umama ukuze ngzokwaz ukulungisa izinto zami ngthole neID
Sanibonani 🙌
I'm Samukelisiwe Hadebe from Mpumalanga 22 years old.
Ngicela ningisize ngifuna umama owathi unguNonhlanhla Khumalo waseMlazi obehlala eSoweto eOrlando .
Ubecula izingoma lezingathi zeyingane zomah
iAlbum yakhe enye iCel'nhlanhla aykhipha 2005 ecula noBhuto Majola from Emsinga
Bengicela Bandla ningifunisa yena onolwazi angsize wangshiya kubaba uMhlengeni Titus Hadebe eGoli
onolwazi ngicela angiDM
ngyatholakala Kule number 0607025057
Ngyabonga 🙏