Umgosi Kazwelonke Media

Umgosi Kazwelonke Media SIFOLLOWE🇿🇦NOMA ULIKE IKHASI LETHU 🌹 UKUZE UTHOLE IZINDABA📰EZENZEKA EZWENI SAKHILE. 󱢏

12/09/2024

Basekhona Abantu 🙌🥺

R.I.P😥😢
24/07/2024

R.I.P😥😢

UMnumzane womuzi uzikhungele emnyango wekhishi eMbazwane KZN. Uzikhunge ngale ntambo okukhungwa ngayo izimbuzi esikanayo...
11/05/2024

UMnumzane womuzi uzikhungele emnyango wekhishi eMbazwane KZN. Uzikhunge ngale ntambo okukhungwa ngayo izimbuzi esikanayo.

Utholwe emzini wakhe efe ngokuzikhunga ngentambo yosinga umabhalane weMbazwana Primary School. UMsawenkosi Sunshine Zikhali (57) uphume ebusuku endlini eshiya umkakhe, kuhle komuntu oyochama, kanti uzofike agibele ekesini likabhiya azikhungele kuvrand womnyango wasekhisini. Inkosikazi yakhe yiyo eqhamukele kuye eseguqe ngedolo intambo ilenga emqaleni, esefile. Isizathu sokuzibulala kukaZikhali kasikaziwa. Ezivuthayo Emaputaland zithole ngosihlalo wamaCPF eMkhanyakude, ukuthi ekhaya kwaZikhali bekumnandi kuvakashe nabashana bakamufi asebebadala. Kuthiwa bekumnandi impela beziphuzela nokusamancintshana (ukhanjana) abaningi abathi iscathulo. Bonke balale bemnandi impela nakho sekusa isimo sesinje. Izingane nomndeni wonke umuncu ngalesi sehlo. Umphakathi ufike endaweni yesigameko wababaza awu cha awu bakithi awu Jehova, kubabaza wona. Umufi ubewumuntu othulayo njengoba umbona nasesithombeni. Umphakathi wakwaHangaza khona eMbazwane ukhale ngesinqumo sikamufi wathi sibuhlungu kakhulu. Amaphoyisa avule icala lokufa komuntu elisaphenywa.

Source: Ezivuthayo Emaputaland.

Zilokhu Zehle Njalo Inyembezi Kowesfazane Wase Nigerian Othandane Nendoda imnyaka ewu6 Ibisimthembise ukumthatha imenze ...
01/05/2024

Zilokhu Zehle Njalo Inyembezi Kowesfazane Wase Nigerian Othandane Nendoda imnyaka ewu6 Ibisimthembise ukumthatha imenze Unkosikazi Wayo Yavele Yamala Sekusondele usuku lomshado Yavele Yashada Umngani Wakhe Omkhulu.

Siwumshini Ogaya Izindaba Sigqilaza kuphela📰✍️

UNGAKHOHLWA UKULIKE IPAGE LETHU🙏🏿::. 󱢏 .

U BRIAN KYLE Ona 21yrs Umithise U Brainna Ona 19yrs Wase Wamshada Kanti uBrainna Ungudade Waboh uBrian Loyisoka Lakhe.Si...
01/05/2024

U BRIAN KYLE Ona 21yrs Umithise U Brainna Ona 19yrs Wase Wamshada Kanti uBrainna Ungudade Waboh uBrian Loyisoka Lakhe.

Siwumshini Ogaya Izindaba Sigqilaza kuphela📰✍️

UNGAKHOHLWA UKULIKE IPAGE LETHU🙏🏿::. 󱢏 .

U Poobalan ‘Rodney’ Govender wase Chatsworth ubegula ngesikhathi umkakhe emlungisela ukuthi akayothola umjovo kudokotela...
30/04/2024

U Poobalan ‘Rodney’ Govender wase Chatsworth ubegula ngesikhathi umkakhe emlungisela ukuthi akayothola umjovo kudokotela kanti uzovele azidubule ashone while umfazi esalungisela ukuhamba ekhishini

Written by Mandla Chris ✍️

Siwumshini Ogaya Izindaba Sigqilaza kuphela📰✍️

UNGAKHOHLWA UKULIKE IPAGE LETHU🙏🏿::. 󱢏 .

30/04/2024

E Jokweni ku Qumbu e Eastern Cape umfana obethandana nentombazane yamala ube eseya kubo kwentombi ka Nozulu isibongo kuthangi ngesonto ebusuku...ufike wagwaza wonke umuntu okhona endlini...intombi le esesithombeni kanye nogogo bashona... kanti umawentombi kanye nosisi wentombi kwembulwa kwembeswa esbhedlela

Written by Mandla Chris ✍️

Siwumshini Ogaya Izindaba Sigqilaza kuphela📰✍️

UNGAKHOHLWA UKULIKE IPAGE LETHU🙏🏿::. 󱢏 .

30/04/2024

Indoda Ena 33yrs Iboshiwe Ngecala Lokudlwengula Ingane Yentombi Yayo Ena 15yrs eMatlerekeng.✍️

Owesilisa ubulele intombi yakhe ngokuyiklinya yaze yafaU Nandisa Khathi ona 18 obefunda u Matric e Dumisa High School..k...
30/04/2024

Owesilisa ubulele intombi yakhe ngokuyiklinya yaze yafa

U Nandisa Khathi ona 18 obefunda u Matric e Dumisa High School..kusolaka isikhwele kwi boyfriend yakhe ephinde ibe umakhelwane wakhe..I boyfriend lena kuthiwa yabonakala ingena kwa Khathi ishesha ngemuva kwemizuzwana kwazwakala intombi ikhala bathi bayaphuthuma omakhelwane bathola eseshonile bekubonakala ukuthi ubemshaya aphinde amklinye isoka liboshiwe.

Umfana (18) uboshelwe izinsolo zokudlwengula umfowabo omncaneUmfana oneminyaka engu-18 ubudala uboshiwe wagqunywa estoks...
30/04/2024

Umfana (18) uboshelwe izinsolo zokudlwengula umfowabo omncane

Umfana oneminyaka engu-18 ubudala uboshiwe wagqunywa estoksini saseChatsworth kulandela izinsolo zokudlwengula umfowabo omncane eWelbedacht, ngempelasonto.

Kubikwa ukuthi umfowabo omdala lo uqale walalisa izingane ezincane wase enukubeza le , Ithumba liphihlike ngesikhathi
Ingane iyotshela umakhelwane ngemuva kokuba nezinkinga zokuzikhulula. Umakhelwane wabe esechazela umama wazo ngesigameko wabe esebanjwa umsolwa wayiswa emaphoyiseni aseChatsworth.
Ingane iphuthunyiswe esibhedlela i-RK Khan

Source:EzasesouthAfricanewsTV

Unecebo Mboteni Ona 3Yrs Wase Eastern Cape Uphoseke Ethoyilethe Lase Skoleni Sakhe ikhreshi Yase Mdantsane Ngolwesine Ko...
25/04/2024

Unecebo Mboteni Ona 3Yrs Wase Eastern Cape Uphoseke Ethoyilethe Lase Skoleni Sakhe ikhreshi Yase Mdantsane Ngolwesine Kodwa bakwazile ukumkhipha Waphuthunyiswa eSbhedlela Ngakusasa Wavele Washona.

Siwumshini Ogaya Izindaba Sigqilaza kuphela📰✍️

UNGAKHOHLWA UKULIKE IPAGE LETHU🙏🏿::. 󱢏 . Umgosi Kazwelonke Media

Address

Marshallstown

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Umgosi Kazwelonke Media posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Umgosi Kazwelonke Media:

Share