Sy-syza 032

Sy-syza 032 Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Sy-syza 032, Music production studio, Marshallstown.

04/03/2024

Naledi AphiweI saw your missed call bengi busy mfethu🥺

04/03/2024

Naledi Aphiwe♥️ ngykuthanda baby🙌🥺

03/03/2024

I MBIZO YASE HOSTELA

GENRE: ROMANTIC &ACTION

PLACE:E HOSTELA DBN

Umdlalo ngamafuphi🥺

Lomdlalo ukhuluma ngomuntu wesilisa okhulela eHostela,ubazi bonke ubugebegu obenzakala ngaphakathi e HOSTELA uMayeza.Ubaba wakhe u dayisa uhlobo lweHuga khona e HOSTELA, Mhlongo.

Kepha kwathi lapho ingane yesigebegu ibona intombi yathatheka kakhulu othandweni,
Lokho kumfaka kakhulu ebugebegwini, umuntu wesimame uyabiza,lomfana ugcina eseba nezinkinga eziningi ngokuthandana nolentokazi,nomndeni wayo wawungamthandi UMayeza, ukuthi Abe ngumkhenyana kaMbali.uMayeza ugcine esakhe itulo lokuthi bephume eHostela emva kwabantu esebefile ngenxa yothando lwabo.

IINKUNDLA YOKUQALA
ISIGCAWU SOKUQALA

(UHLELI UMNDENI E TAFULENI KAMHLONGO UPHELELE KUYADLIWA KUYABONAKALA UKUTHI KONKE KUHAMBA KAHLE)

Mhlongo:(ebamba unkosikazi
Wakhe ngesandla)
Mama Wakhaya
namuhla sacela kube
UMayeza ethandazela
Isidlo sasekuseni"

(Bahleke bonke endlini athule nje uMayeza bathule Nabo bembuke)

Mayeza:baba wethu osezulwini
Sacela wadise kulokhu
Esinakho kubongwa
Okucane kubongwa
Okukhulu amen"

Mamhlongo:(emoyizela)thank u
Ndodana kamama

Mayeza:uyazi noma yini for Wena
Oledy Lami(esukuma
Eshiya ukudla
Engakuqendanga)

Lokishi:(emangala)awu b4 uyaphi
Awusasho mese uphuma

Mayeza:(ephenduka) funqa
Ukudla Wena or sifake
Ngisayo e scrab yard
Ubaba akayi namuhla
So I'm the boss 2day

Mhlongo:(ecasuka) yewena
Ophatha ngifile umile
Kwi manje ugqoka
Isgqoko endlini,(Ebamb
elela eqolo)Lokishi
hamba naye Lo niye
Emsebenzini.

Lokishi:(emoyizela)Yebo baba
Mhlongo:Imali efikayo anibuzi
Ukuthi iphumaphi niyifa
Ka Ku safe,imoto
Abathi ezami nivalele
E garage elingemumva
(Ebakhomba)

Mayeza:ngiyakuthembisa baba
Njengoba usho njomane.

Mhlongo:hambani(ebe enikinika
Ikhanda)

(uMayeza no Lokishi bephume sebeqonde emotweni kababa
Wabo)

Mayeza:boi kumele Singa
Disappoint Kubaba
(Esho evula iscamba
Semoto)

Lokishi: uqinisile b4 nakhona
Siyaqal

Address

Marshallstown

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Sy-syza 032 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share