Insika FM

Insika FM Insika 90.9 FM isakazela eMbazwana (enyakatho yeKwaZulu Natal).
(1)

Happy New Year 2026 sinifisela ukungena okuhle onyakeni omusha๐ŸŽ‡๐ŸŽ†๐Ÿงจ
31/12/2025

Happy New Year 2026 sinifisela ukungena okuhle onyakeni omusha๐ŸŽ‡๐ŸŽ†๐Ÿงจ

Sikufisela usuku oluhle sithi Merry Christmas Day๐ŸŽŠ๐ŸŽŠ๐ŸŽ‰๐ŸŽ‰๐Ÿฅณ
25/12/2025

Sikufisela usuku oluhle sithi Merry Christmas Day๐ŸŽŠ๐ŸŽŠ๐ŸŽ‰๐ŸŽ‰๐Ÿฅณ

Siyixoxa ngezithombe eyaseMseleni Trail Hunters Camp Umsakazo Insika radio ibisakaza bukhoma khona. Sibe nezingxoxo naba...
22/12/2025

Siyixoxa ngezithombe eyaseMseleni Trail Hunters Camp Umsakazo Insika radio ibisakaza bukhoma khona. Sibe nezingxoxo nabaqondisi basichazela inhloso yomqhudelwano kanye nemidlalo eyahlukene ibekhona baveza nokuthi bahlose ukuthi abantu bazingcine bephilile nokuthi bafundiseke ngokubaluleka kwemvelo. Lomcimbi ubuxhaswe abakwa Chillas Corner and Shisanyama eMseleni, abakwa Aquellรฉ kanye nabanye.

Weekend drive with Asiphe Nsele Usibambe bukhoma kwaNhlamvu eMseleni
20/12/2025

Weekend drive with Asiphe Nsele

Usibambe bukhoma kwaNhlamvu eMseleni

20/12/2025

Uma useMseleni silalele sisakaza bukhoma kwaNhlamvu ekhempini yeMseleni Trail Hunters Insika 90.9 FM

Umsakazo Insika uhambele kwaNhlamvu eMseleni lapho iMseleni Trail Hunters ine 5km Trail fun ehlose ngayo ukuzigcina uphe...
20/12/2025

Umsakazo Insika uhambele kwaNhlamvu eMseleni lapho iMseleni Trail Hunters ine 5km Trail fun ehlose ngayo ukuzigcina uphephile futhi uphilile, ukubheka ubuhle bemvelo kanye nemidlalo eyahlukene, kungenwa mahhala.

Umsakazo Insika FM uthanda ukuhalalisela Esento Ka-Nxumalo Gasolo oye waba ngowesbili emkhakheni weBest Programs Manager...
02/12/2025

Umsakazo Insika FM uthanda ukuhalalisela Esento Ka-Nxumalo Gasolo oye waba ngowesbili emkhakheni weBest Programs Manager emsakazweni Insika kuma Online Radio Awards (ORA)๐ŸŽ‰๐ŸŽ‰๐ŸŽ‰ sithi HALALA ๐ŸŽ‰๐ŸŽ‰๐ŸŽŠ๐Ÿ‘๐Ÿ™Œ

04/11/2025
๐ŸŽ‰๐ŸŽ‰๐ŸŽ‰๐ŸŽŠ
28/10/2025

๐ŸŽ‰๐ŸŽ‰๐ŸŽ‰๐ŸŽŠ

Umudlalo omuhle mawuqhubeke nakulonyaka.
Zibekeni ethubeni lokuhlabana nganawu umukomelo omkhulukazi๐Ÿ„๐Ÿ„๐Ÿ‚๐Ÿ‚.
Sisonke everyday uthando lunye umncintiswane uqala 28 October -21 December 2025.





27/10/2025

Uyaqhubeka umbhikisho enkabeni yedolobha eThekwini okuhloswe ngawo ukweseka umndeni wakwaDlamini owalinyalelwa amawele ngenkathi ewa emgodini weLift okwenza elinye langcina selishonile kanti elinye kubi esbhedlela.

Ezingena manje: Sekwenzeke ingozi ephakathi kwetekisi neloli kuN2 ngase Bonjour eHluhluwe, ngemininingwane yabalimele ay...
14/10/2025

Ezingena manje: Sekwenzeke ingozi ephakathi kwetekisi neloli kuN2 ngase Bonjour eHluhluwe, ngemininingwane yabalimele ayikaziwa.

Umsakazo ufisela Mvelorh Ama Love Gumede usuku oluhle lokuzalwa, sikufisela oluhle kodwa uqhubeke uhloniphe ukuze nomdal...
14/10/2025

Umsakazo ufisela Mvelorh Ama Love Gumede usuku oluhle lokuzalwa, sikufisela oluhle kodwa uqhubeke uhloniphe ukuze nomdali ezokwandisela nangeminye imnyaka ๐Ÿฅณ๐Ÿฅณ๐ŸŽ‰

Address

R22 Road Mbazwana
Mbazwana
3974

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Insika FM posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Insika FM:

Share

Category