
06/03/2024
SIYAZITHAMUNDA: Kubatshazwa isibindi kobonakale efike nendiza wayipaka egcekeni esigcemeni sakwa-L eSoshanguve ePitoli.
Yini owake wayibona kwamakhelwane noma ifika nezingane zakho yakusolisa ungathembi ukuthi ithengiwe noma eyebiwe? Wawathinta amaphoyisa, noma wathokozela owawukubona?