IZinhloli ZoMkhathi

IZinhloli ZoMkhathi Sizimele futhi asithathi Hlangothi, esikwenzayo ukukhipha izindaba ezifanelekile ngesikhathi esifanelekile

I Iran ibalindele ukuba balinge nje bangene, Follow Ezikhala Eskhonkosini siyacela izindaba zitholakala khona
10/08/2026

I Iran ibalindele ukuba balinge nje bangene, Follow Ezikhala Eskhonkosini siyacela izindaba zitholakala khona

U Commander wamasosha ase Iran e Iranian Army's Ground Forces usethena umangabe iMelika izama ukungena phansi ezweni labo

Amasosha abo kuyomele aqapheke ukuthi akekho ophuma esasele umndondo

10/08/2026

R617 towards Kokstad usuvaliwe ngenxa yokukhithika kweqhwa Abantu abaqaphele

Awu nali ibhadi ku Maskandi bo
09/08/2026

Awu nali ibhadi ku Maskandi bo

Wayethi wenzani kwasekuqaleni? I Iran ibafundise isifundo esikhulu Follow Ezikhala Eskhonkosini
09/08/2026

Wayethi wenzani kwasekuqaleni? I Iran ibafundise isifundo esikhulu Follow Ezikhala Eskhonkosini

Labhajwa iThendele kwathalaza isomi

Inkunzi yase Melika u Donald Trump kukhona esibaxolele yathi icabanga ukuphuma kulempi yase Iran inqobo nje makuzovuleka i Strait Of Hormuz

Bayabuza abantu bathi baphi o Turkey no Pakistan bazolekelela nansi i Saudi Arabia iminywa izihonga zase Yemen Follow Ez...
09/08/2026

Bayabuza abantu bathi baphi o Turkey no Pakistan bazolekelela nansi i Saudi Arabia iminywa izihonga zase Yemen Follow Ezikhala Eskhonkosini izindaba zinhle khona

Yemen's Ansarullah okungama houthis bathi sebeshaye indawo ka oyela laphana e Saudi Arabia eyaziwa nge Aramco refinery ese Jizan

Bathi bayithumelele ngama su***de drones

Impi into esakude ukuphela, lezmpi zizodala impi yomhlaba yesithathu
09/08/2026

Impi into esakude ukuphela, lezmpi zizodala impi yomhlaba yesithathu

Abafana Bomgxoba nyawo ama Houthis ase Yemen kunendawo asebeyishayile e Saudi Arabia ezintathakusa, lendawo i Berri Gas Plant

Asazike ukuthi i Turkey nezwe lase Pakistan bazongena yini kulempi njengoba kusanda kwenziwa isivumelwane

I ukraine inovalo kakhulu ngokungase kwenziwe i North Korea ukuthi ithumele amasosha ayo kuba azolekelela i Russia
09/08/2026

I ukraine inovalo kakhulu ngokungase kwenziwe i North Korea ukuthi ithumele amasosha ayo kuba azolekelela i Russia

UMengameli wase Ukraine u Zelensky uthi izwe lase North Korea kungenzeka lithumele amasosha ayinqwaba kakhulu ukuzolekela i Russia kulempi ekhona laphana

Awu kodwa Ngo Maskandi mmmm mhlabakawunoni, lensizwa idlule engozini Yemoto ebusuku uScebi Dlamini obedume ngele Nkosi Y...
09/08/2026

Awu kodwa Ngo Maskandi mmmm mhlabakawunoni, lensizwa idlule engozini Yemoto ebusuku uScebi Dlamini obedume ngele Nkosi Yamagcokama

Nanku u Israel ulinga ukugila umhlola laphana e Iran Follow Ezikhala Eskhonkosini izindaba zitholakala khona
08/08/2026

Nanku u Israel ulinga ukugila umhlola laphana e Iran Follow Ezikhala Eskhonkosini izindaba zitholakala khona

Izwe lakwa Israel kuthiwa lihlela ukubhozomela izwe lase Iran ngokwalo mangabe izwe lase Melika likhetha ukuphuma kulempi

Lalelake u Israel uzoyikhahlela i Iran, i Iran izobuyisela ngokubabhaxabula kabi, bese ethi u Israel ningbukani nina ngishawa, wozani

Iyobe iMelika isibuyela futhi empini

Mawenza uBugebengu usuke uzibizela wena iziqandu zika Mkhwanazi, ubugebengu abubuyiseli, Follow Ezikhala Eskhonkosini iz...
08/08/2026

Mawenza uBugebengu usuke uzibizela wena iziqandu zika Mkhwanazi, ubugebengu abubuyiseli, Follow Ezikhala Eskhonkosini izindaba zitholakala khona

Address

Ethekwini Emngeni
Ndwedwe
4000

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when IZinhloli ZoMkhathi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share