Newcastle artists redio station Chanel

Newcastle artists redio station Chanel Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Newcastle artists redio station Chanel, Radio Station, Newcastle.
(1)

Newcastle artists redio station ChanelSebeshise indlu ya mama wabo Kade ebashiyile bodwa ethe uzosheshe abuye.Umama uvuk...
28/12/2025

Newcastle artists redio station Chanel
Sebeshise indlu ya mama wabo Kade ebashiyile bodwa ethe uzosheshe abuye.

Umama uvuke engaphilile izolo uhlala nengane zakhe ezimbili 7 no 2 years, so wase Ebatshel kuthi uzoya clinic but uzosheshe abuye ngoba bengekho angabashiya nabo, wase ebadonsa ngendlebe washiya ebanike no kudla ke wase ehamba washiya elokhuthi uzosheshe abuye.. Umama uphuzile ke ukubuya clinic okusho kuthi bese belambile 7 years uzamile ke ukwenza into abazoyidla no two years Wakubo ube esethosa amaqanda bezodla nesinkwa.. Ekuyilapho ke inkinga iqale khona kuze kusha kubona Kala engathi umtwana ushiye istove engasivalile ibhodwe lamafutha lisestofini ashise kakhulu kwaze kwasha nebhodwe Kwangenela nasempahleni ke wagcina sekushe konk. Baphumil omakhelwane bazama ukucisha kepha baphuzile ukubona izingane bezime phandle zibuka ngiyacabanga nazo bezididekile ufoneliwe umama kuthiwa akabuye ngokushesha wafica amalongwe wodwa🫁

Top 10 for upcoming Arstist 🥇1Stonner Intwana Yekasii2Ace manner3Dj NTK4Latiargo5Malebuza Øwu Rsa6Silence killer7Young K...
22/11/2025

Top 10 for upcoming Arstist 🥇

1Stonner Intwana Yekasii
2Ace manner
3Dj NTK
4Latiargo
5Malebuza Øwu Rsa
6Silence killer
7Young Killer
8Khafula record
9Allen Cracck
10.Madala cvk record
Nominated for 2025 song of the year
Which upcoming Arstist you like to be here📻

*EZOMPHAKATHIKukhalwa ngabafana bacelemba abatheleke Madadeni ka L manje ntambama ngezithuba zo 17h00 komunye umuzi bafi...
17/11/2025

*EZOMPHAKATHI

Kukhalwa ngabafana bacelemba abatheleke Madadeni ka L manje ntambama ngezithuba zo 17h00 komunye umuzi bafike bagijimisa abafana base ndaweni bababhekisa ngase Madoda kanti sekubizwe amaphoyisa ukuze azozama ukubona ukuthi angeke yini batholakale labafana.

UMr Phakathi ongu Sihlalo we CrimeWatch Madadeni usesigxekile lesenzo wakhuthaza umphakathi ukuthi usheshe ubike ubugebengu obenzekayo njengoba labafana bebulale amafasitela bakabha njenja ngobhushu.
Sizokunika olunye ulwazi ngokuhamba kwesikhathi.

Kukhalwa ngenyanga yase Newcastle esabalalisa izithombe zabesifane abanqunu.Kunenyanga edume ngokuhlolela abantu ku TikT...
17/11/2025

Kukhalwa ngenyanga yase Newcastle esabalalisa izithombe zabesifane abanqunu.

Kunenyanga edume ngokuhlolela abantu ku TikTok Live yala eNewcastle, okwamanje angeke sisho ilokishi ngoba kusaqhubeka uphenyo. Lenyanga isolwa ngokuba nemikhuba njengoba sekusabalale izithombe abesifazane abanqunu okuvela nayo lapho kusuke kwenziwa ucansi.

Kusolwa yona ngokudlulisela lezithombe kwabanye ukuze zichume ezinkundleni zokuxhumana. Sebeke bazama ukuyikhuza kodwa ayiwubambi umshini. Okukhalwa ngakho kakhulu ukululazwa kwabantu abasuke bengama client esifazane. Kuphinde kusolwe ukuthi kukhona abanye abesifazane abayesekayo laphaya ko TikTok Live. Kunezinsolo zokuthi abanye basikaza eGoli bezohlola yafika yabakhumulisa banqunu yabashutha.

Ngabe uyayazi lenyanga noma loluhlobo lwezinyanga ezigila imikhuba?

Newcastle artists redio station Chanel Breaking News 01:40Umzwangedwa Kzn Usazoqhubeka nokubhadla ejele uSbaliInkantolo ...
17/11/2025

Newcastle artists redio station Chanel

Breaking News 01:40
Umzwangedwa Kzn

Usazoqhubeka nokubhadla ejele uSbali

Inkantolo yase Newcastle seyinqume ukuthi aqhubeke ahlale jele uSimphiwe "Sbali" Mlambo ngemva kokuba kungaka qedwa ukulalelwa kwesicelo sebheyili ecaleni abhekene nalo.

Inkantolo inqume ukuthi kumele ahanjiswe esibhedlela esise Thekwini ukuze ezohlolwa umqondo ngaphambi kokuqhubeka kwecala le sexual harassment abhekene nalo.

SUMMER AWARD FOR BEST UPCOMING ARSTIST IN NEWCASTLE REDIO STATION EDIT ..IS COMING SOON Umzwangedwa Kzn
09/09/2025

SUMMER AWARD FOR BEST UPCOMING ARSTIST IN NEWCASTLE REDIO STATION EDIT ..

IS COMING SOON Umzwangedwa Kzn

COGRATULATIONS TO Malebuza Øwu Rsa for RECEIVING THE 30 THOUSAND FOR PREACHING THE TOP LOCAL ARSTIST FOR 3 YEARS ON REDI...
25/06/2025

COGRATULATIONS TO Malebuza Øwu Rsa for RECEIVING THE 30 THOUSAND FOR PREACHING THE TOP LOCAL ARSTIST FOR 3 YEARS ON REDIO STATION SINCE 2023 /2024/2025
Visite his Youtupe Channel _🌐🗺

Arstist

NgyaBingelela Eksen Mphakathi 🙌🏽Shono UMculi we-Hip Hop oMthandayo 🙏🏾Usho nokuth yingoban uMthanda ❤️Usho neNgoma ofisa ...
31/05/2025

NgyaBingelela Eksen Mphakathi 🙌🏽
Shono UMculi we-Hip Hop oMthandayo 🙏🏾
Usho nokuth yingoban uMthanda ❤️
Usho neNgoma ofisa ngiyDlale eMsakazweni 📻
Khona la kwi Comments section 📌

Ngzongena ngo 9am kuya ku 12am Newcastle artists redio station Chanel FM
Frequency is 94.7 kwi Hip Hop Central ✌🏾
FM 94.7 YoMphakathi

Live now
Uhleli no Caretelloe vocalist SA
Since 9 to 12

The winner for the Best Male Artist Category is...  Malebuza Øwu Rsa     Newcastle artists redio station ChanelMusicAwar...
03/05/2025

The winner for the Best Male Artist Category is... Malebuza Øwu Rsa
Newcastle artists redio station ChanelMusicAwards2025

Address

Newcastle
2940

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Newcastle artists redio station Chanel posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category