Siltune

Siltune 🅂🄸🄻🅃🅄🄽🄴
(4)

Impi Yothando💍Isiqephu 1💟HlengiweIgama Lami ngu Hlengiwe Zungu ngishadele Kwa Ngubane . Ngishade ne Nkosana yakhona uKha...
16/10/2025

Impi Yothando
💍
Isiqephu 1
💟
Hlengiwe

Igama Lami ngu Hlengiwe Zungu ngishadele Kwa Ngubane . Ngishade ne Nkosana yakhona uKhangelani, Mina Naye sineminyaka emihlanu sishadile asibatholi abantwana lokho kungenzele isigcwacwa nakuyena uKhangelani. Umamezala yena akayizwa eyami . Ngisekhishini ngiyapheka Baku phela kuthiwa kuza umfowabo ka Khangelani obuya emelika .

Khangelani "Kuza umfowethu into yokuqala azoyibuza ukuthi Khangelani namanje awukabi nengane futhi uza nomkakhe bazobika izingane zabo emadlozini.

Hlengiwe"Mnyeni wami Uyazi ingane isibusiso esivela kumdali mhlampe Ubhuti wakho yena ufundisekile ukuthi ingane withola Mase kudaliwe

Khangelani "Amasimba lawa owashoyo Hlengiwe ngisaba nokukuveza ubuso bakho unjalo awufundile wihlazo nje bonke abafowethu banabafazi abafundile

Hlengiwe"Wangithatha ungazi Kodwa Mbovu ukuthi angifundile manje awuzongithuka ngalokho futhi ngiyapheka cela uphume la

MaMzobe"Ungazikhathazi ngalokho kuphela nje uHlengiwe uzosho ukuthi uyisisebenzi bazokuhleka phela abafowenu

Khangelani",Kuyafana mAh oThabo bayamazi , Kuzomele aziphathe Kahl looo
💟
Iyezaaa ngisa busyImpi Yothando
💟
Hlengiwe

Ngilungise Kahle itafula niyazi bakhona osisi balayikhaya ababili uNomtha no Sweli, Abazihluphi ngokungisiza nje kodwa anginendaba mina vele ngazogana la abantu bazi kuthi muzogana emzini odla izambane likampondo uyabuza ababazi ubunzima obhekana nabo kuleyomizi . Kuzwakale imoto iduma . Ngiyogqoka ingubo Yami emnyama ngilungise ikhada lami . Phela la ikomtakaba akugqokwa amaphinifa Nami ngasweka ingubo engithunyelelwe uSisi wami omdala uThobile ngafaka amacici Ami Nami ngabukeka njengomuntu onemali. Ngisilungise Kahle ngehle amasitebhisi sebehleli obhuti ababili ngiyabazi ubhuti Musa nomakoti wakhe uThembeka Mase ubhuti Siyanda nentombi yakhe u Akhile. Mase Kuba ubhuti engamazi umnyama . Ngehle bonke bajika Nami .

Hlengiwe "Sanibonani. Bavume yoooo amahloni Kimi indlela angibuka ngayo lobhuti engamazi ngiphakamise amehlo kuqondane amehlo ethu Nkulunkulu umuntu uyalingwa namhlanje. Ngibone uKhangelani engibuka .

"Nizothula Yini ningangitsheli ukuthi uNdoniyamanzi Ubani Igama lakhe.

MaMzobe"UNkosikazi ka Khangelani awuhlale phansi usuveze izingalo

Thembeka "Azinankinga izingalo zakhe sonke sifake izingubo ezingenamukhono

Umakoti kaBhuti Musa uyazikhulumela and vele azishayisani nomamezala

Musa"MaZungu ubhuti Mlamuli Lo ngoba indoda yakho ayikwazi ukhuluma namhlanje

Mlamuli "Khangelani muhle umakoti wakho

Usho Lokho ubuka mina . Ngiphakame Ngithi ngisahamba ngikheqeke Ku MaMzobe ngicishe ngiyosakazeka phansi Ngizwe kukhona ongibambayo ngimubuke ubhuti uMlamuli sibuka emehlweni .

Hlengiwe"Ngiyabonga

Khangelani "Ilokhu uhamba ukhamisile Ukube Uyabuka

Mlamuli"Khangelani nawe ungakhubeka

Thembeka"Ngizokulekelela

MaMzobe",Umawezingane zakho nezingane

Mlamuli "Yabona mamncane umaweyingane uyasebenza uzofika nge weekend senze umcibhi.
💟
Hlengiwe

Ngiqoqe izitsha uThembeka ayongiwashisa izintsha.. uKhangelani winkosana Mase Kuba amantombazane amabili . UMaMzobe UNkosikazi omdala Laba bazalwa uMaMchunu umakoti omncan

Akaziwa ucashephi usisi oqambe amanga wathi ushonelwe ingane yakhe usisi waqamba amanga wathi ukhulelwe etshela isoka la...
16/10/2025

Akaziwa ucashephi usisi oqambe amanga wathi ushonelwe ingane yakhe

usisi waqamba amanga wathi ukhulelwe etshela isoka lakhe isoka belilokhu lifaka imali lifakela lona wesfazane oqamba amanga kuze kwafika isikhathi sokuthi lona wesfazane etete.

wabe esetshela isoka ukuth usetetile isoka lithi Kade lalicela ukubona ingane kodwa lona engaVumi ethi imthetho yemizi ayifani akaqale ehlawule enze yonke into uzobe eseyibona nangempela wenza njalo ubhuti ekuhambeni kwesikhathi ubhuti ube eselwa efuna ukubona ingane ngenkani lona wesfazane utshele ubhuti ukuth ingane ishonile

ubhuti ube eseya emngcwabeni mayefika ufica usisi nobhuti wakhe bephethe ibhokisi batshele isoka ukuth akusheshwe ngoba ingane ibisencane isoka licele ukuyibona wanqaba usisi no bhuti wakhe bathi chaa akwenziwa lokho laykhaya lize lacasuka isoka lavula ibhokisi ngenkani malithi nhlaa hawu khona unosdoli uthe esababaza ubhuti yadla phansi intombi yabaleka akwaziwa icashephi

 😭😭😭wozani nizongikhalisa baqinisile mabethi icala lembula ingubo lingene Friday  ngahamba ngayovakashela ubf bengiqala ...
16/10/2025


😭😭😭wozani nizongikhalisa baqinisile mabethi icala lembula ingubo lingene
Friday ngahamba ngayovakashela ubf bengiqala ukuya kuye ngoba sisanda kuthandana ngifike kubemnandi size senze umtamato akukho okukhombisayo ngo guy ukuthi khona into emphethe kabi silale kuthi phakathi namabili angivuse athi ucela ngimkhelele amanzi okuphuza uphethwe yikhanda ngivuke ngibuye ngiwabeke etafuleni eliseduze nombhede bese ngimshiya ewumuntu ovukayo athi ubheka amapain block ngiye etoilet ngochama ngibuye uselele embedeni engathi uyayetha uphelelwa amandla

Athi angimphuzise amanzi akusavukeki kanti usephunze umunthi wamagundane icontainer yakhona wayishutheka kwi bag yami angazi njalo mina ngimphuzise amanzi avele adlikize nhisadidekile nginjalo naye akusakhulumeki umlomo usugcwele ulimi anginayo neclue ukuthi uphethwe yini ngifonele ambulance bethi bayeza ngiphume ngiyonqonqoza kamakhelwane bengavuli ngoba uhlala eflatin ngibuyele endlini ngifike uyaphalaza umlomo usuvele wabomvu indebe ngiyabona lomuntu uyafa manje uselokhu ekhuluma ngezandla angimuzwa uthi ifike ambulance after 3 hrs bemthathe bathi ababoni ukuthi bayofika esibhedlela lomuntu udle ushevu ngixakeke ukuthi nini ngiphike ngithi ngipmphuzise amanzi ubekhala ngekhanda bamxilonge bamtthathe bethe nje sebemfaka ku ambulance avele azigoqe akhihlize amagwebu ashonele lapho 😭😭😭

😭😭💔💔2021 yashona kabuhlungu ingane yam 💔 Kant ibulawa usiswam omdala nomngani wakhe😫😫2021 ingane yam yayina 4 years nghl...
16/10/2025

😭😭💔💔2021 yashona kabuhlungu ingane yam 💔 Kant ibulawa usiswam omdala nomngani wakhe
😫😫2021 ingane yam yayina 4 years nghlala nayo nosiswam omdala nomunye omncane but mdala Kim ngyamelama
Mina ngineflat vele ngyasebenza usiswam engimelamayo ubefunda e Vaal university waqeda wazohlala nam esafuna umsebenzi kumnandi nje hayy lomdala yena wayewubhuqu emakhaya ngamthatha ngathi akeze azosebenzela ingane zakhe ngezwa ngendaba kuthiwa avezhlupheka ingane indoda yakhe ibhukuda otshwaleni
Ngamthatha ke ngathi ngzomondla yena akafese
Okay kuhambe iskhathi usiswam engimelamayo athole yena but aqhubeke ahlale Nathi kulomdala kuyabheda ubamba eyeka akanawo no matric akafun nokuyosebenza emakhishini usezenzela umathanda nje namasoka akhe aseza la endlini yam kuyisphithiphithi shuthi ngikwate ke mina ngmkhuze axolise ke umuntu Kant ungikwatele
Kuthi 2022 January iqale ke ingane yam igule ngzame ngako konke okusemandleni ukuyisindisa ayy yedlule emhlabeni🥲😭😭😭💔ngangiyinto nje eyayingakwazi nokuthini eyayihleli indwazile nje ngenxa yobuhlungu iznyembezi zange zfike Waze wangcwatywa nje
Fine ke kwadlula nam kwaba sengathi ngyajwayela ukuth umntanami akasekho until one day usiswam engimelamayo engzela nendaba eshaqisayo😭 wangtshela ukuthi uzwe usis omdala ekhuluma nefoun echaza ukuth wayibulala ingane ehleka kumnandi
Ngangaykholwa nje leyonto mina knt uzoza nobufakazi
Shuthi usiswam omdala wayengekho eshiye ifown usiswam engimelamayo ekhona endlin mina ngisemsebenzini wayivula ukuth kanjani angazi wathatha ama msg wawafowadela kuyena wadeleta konke Nama voice notes mangfika endlini wangmamelisa eyyyy I couldn't believe Bo mnax😭😭😭💔I cried kabuhlungu shym
Usisi ekhuluma nomngani wakhe ethi mina ngzenza ngcono ngoba naku ngime Kahle ngingasokoli nobaba wengane yam uyangondlela uyangpha imali uyangthanda ufuna ukungfundisa isfundo ngokuth abulale ingane yam
yaqhubeka
P2
Ngikhale shame seskhala sobabini sosiswam ingane yam waybulala ngokuth athathe isthombe Sayo ayenaso kwi Nigeria ehamba nomngan wakhe amthola la egoli konke lokhu sikuzwa kuma voice note behlela nomngan wakhe ukuthi bazokwenza kanjani
Bathatha neynwele zomntanam kuyo yonke lonto💔noma eseshonile umntwana wam wagijima wayotshela ichommi yakhe wathi "sekugqitshiwe ke mngan uyidlile uyisnxadu ninale Nigeria lakho avesekukhalwa layndlini nam ngsayokhala"
Kukhona be voice note kukhalwa layindlin yam coz kwasekugcwele nje omakhelwanr 5nabantu Baka baby daddy (umntwana washonela esbhedlela zange ngimbone noma wayenjani)

Iyaqhubeka kuma comments part 3,4
Don’t forget to follow

16/10/2025

Ei kunzima Ukuba uThisha especially muyilenhlobo e emotional 😭 Namhlanje ngiyafundisa kwasukuma ingane yeza kimi phambili Yazi ngivele ngacasuka cos besibuya kwi playtime so bengingalindele muntu ozocela ukuya e toilet 😑 ingane isukume iqonde kumina ingibuze ukuthi what's time sir Eyi ngivele ngizwe ukuthi ngiyacasuka kodwa ngiphendule ingane ngithi u 11 hlala phansi ithi ingane sir congitshela mase ku pass 11 ngithi ohk but why? Avele Athi umntwana ngo pass 11 uMama uya e theatre uyokwenziwa I Operation une Cancer ugula kakhulu ungitshele sir mase ku pass 11 😭 ei savele sakhala nezingane e Classini Lapho ingane umfana una 8 ei lwavele lwamuncu Usuku lwami, Yabona esethu ugula kakhulu ei 💔 ei ngihluleke nawukukhuluma ngavele ngamgona umfana wami... Kuthe sekushaya upass 11 ngavele ngathi Asishaye I silent prayer e Classini cos ubelokhu esigadile isikhathi 😭😭💔

Ngaze ngalufela ubala😭😭Kushukuth ngangshade nendoda for 12 years we decided to move labesihlala khona sayothenga umuzi e...
16/10/2025

Ngaze ngalufela ubala😭😭
Kushukuth ngangshade nendoda for 12 years we decided to move labesihlala khona sayothenga umuzi e town laphoke abantu babehlala iskhashanyana bese bayahamba ke. Lomuntu obekadayisa lomuzi abengasi chazelanga ngalokho thina nje sajabulela umuzi omuhle omkhulu futh siwuthenge ngamanani aphansi R250000.. Kanti izinkinga ziningi

1

ay sahlala ke nendoda ingphethe kahle impela.. kwaphela iviki nje we decided to make a house warming lapho ke sabiza abomndeni , friends and colleagues... kushukuthi late abantu bahamba vz babefuna ukuya emsebenzin ngakusasa lapho ke ungnani wam wath yena uzolala since angayi emsebenzin kwazise phela kwalendlu beyiyinhle athi ufuna ukulala kamnand naye a enjoye njengoba iyinsha nje. Later on sesicede ukulunhisa abant sebehambile lapho umngan athi sekayolala yena ukhathele. Ai sivalelusane ke angene kwenye yama guest rooms alale kuthi phakathi nobusuku bgumuzwe ehayiza ai ngvuse umyen wam siyombheka athi uyacolisa uphupha kabi lapho ngyabona ukuth khona into ayfihlayo usaba ukusho ai kithi nje ngabo 5 eksen umngan angavalelisi avele abambindlela lapho sisalele no hubby. Avuke ke u hubby aye e spanini ngsale ke ngi cleane ngithe mangceda ngayobuki tv lapho ngyezwa nje kuphakama izinwele ngive ngsaba kodwa nginganaki ngiztjele ukuth maybe its because sisanda ukufika la.. ngifonele umngan ke ngfun ukuzwa ukuth why ehambe angavalelisanga umngan angaphendul ama calls wami. Ngizitjele ukuth maybe she's busy with something sazobuya kim. Ngith ngye roomin ngyolala nje kancane ngzovuka ngpheke weee! Ngithi ngsavalamehlo nje ngizwe izwi lithi "yaz ababangaki abafika la ngibathande kodwa wena ngikuthandile n angfuni munt eduze kwakho funa nje sihlale sobabili kulomuz wethu ngoduzo yam" mameshane ngvulamehlo akhomunt ngithi maybe ngyaphupha kanti cha kulapho kuzocala khona inkathazo.. celuthando ngzochubeka

Iyaqhubeka kwi comments share🙏

Uthi mangimvakashele umngani wam owaminza esizibeni😥😭Angeke ngilikhohlwe Lolosuku noma sekuneminyaka ewu 5 lwadlula, umn...
15/10/2025

Uthi mangimvakashele umngani wam owaminza esizibeni😥😭

Angeke ngilikhohlwe Lolosuku noma sekuneminyaka ewu 5 lwadlula, umngani wam wavele wanyamalala esizibeni.
Abelungu bamfuna kuwona wonke amacorner esiziba kodwa lutho ukumthola, babuye bethi bathole amakhandlela ama 3 avuthayo maphakathi nesiziba 🙆

Mina nomngani wam sasizwana nabantu babethi siyafana ngathi samawele noma sasingazalwa emzini owodwa,Njalo uma ngilala ebusuku umngani wam uyafika sixoxe, sizule sidlale Ibhola kube mnandi masekusa athi angigoduke nayesebeyamlanda manje.ngivuke umzimba ubuhlungu kodwa nginenjabulo ngoba Kade nginomngani wam.
Kuzosa kube inamhlanje umngani wam ufikile futhi wathi ulambile ngathi mangimphakela ukudla wathi yena udla igazi, saya ewokweni lezinkukhu zikamama.
Ekuseni ngitholakale ngilele ewokweni ngigcwele igazi lezinkukhu engikukhumbulayo ukuthi uthe ufuna ukuthi ngimvakeshele Kubo esho ekhomba isiziba 🙆

umama zange kumthuse ukuthi ungithole ewokweni uyena futhi ongigezile wavuka ekuseni wathi isilwane esidlile izinkukhu wangayithi vu eyam Indaba, kwangimangaza mina lokhu kodwa nguthula.
Kwafika futhi ubusuku nam sengilangazelele ukwazi ukuthi kwenzekeni izolo, ay umngani wam angafiki kuvele kusuke mina ngiqondekhona esizibeni mangifika ngimfice edlala nabanye, ngimbuze wenzeni izolo ajike abheke ngakumina namehlo avutha umlilo athi uyabazi laba esho ekhomba laba adlala nabo mangithi ngiyababuka aibo ngiyabazi nje laba, bashona engozini yebhasi elalihambisa izingane zaseskolweni nam kwakumele ngihambe nalezozingane ngaselwa ngenxa yokuthi ngangidlala nawe ibhola wangangivusa njengenjwayelo😥❤️

Chapter 2 uzolandela

15/10/2025

Nganikwa inyoka kwathiwa iyona ezongcebisa kodwa kuze kube manje anginalutho ilokhu ingigqolozele😭..sanibonanike Ngfihle...
15/10/2025

Nganikwa inyoka kwathiwa iyona ezongcebisa kodwa kuze kube manje anginalutho ilokhu ingigqolozele😭..

sanibonanike Ngfihle mFoka Ntuli Ngihlupheke kakhulu ekukhuleni kwami Ngaze ngacabanga ukuthwala ngabe sengihamba ngaya enyangeni elapha Kwanongoma ngzocela ukulifihla igama layo ngoba idumile..

ngathi mangifika kuyo ngayibikela udaba lwami ukuthi ngfuna ukuthwala nangempela yabe isingitshela yonke imigomo nemi bandela yabe isinginika nenyoka Yathi lenyoka angovuka njalo ngo 12 ebusuku ngiyivulele ididi inghlabe bese ngenza sho ukuthi ngabo 6 ekseni ngyayiphakela idlee nakho lokho ngyakwenza ..

Yathi emvakwa maviki amabili ngzobe sengbona ushintsho ...amaviki amabili asedlulile angsazi nokuthi elesingaki leli ngiyinika konke okwathiwa angiyinike Kona kodwa lutho ushintsho💔ukunalokho ngixakeka kakhulu....

ngiyengafonela yena unyanga yezizwe ngambikela ngale ndaba wathi kshuthi angiyiniki kahle ididi😭ngamtshela ukuthi ngiyayinika ize idele Yona wathi ayi naye akazike ukuthi inkinga ikuphi kodwa angqhubeke ngiyinike ididi kuyoze kulunge.

manje mna sengkhathele ukudliwa ilobaba futhi sengiqala nokumusaba kwesinye iskhathi ngiye ngifike engekho endlini ngimbheke lutho ngiyothi senglele ebusuku ngo 12 nangu esefuna ididi ..sengifuna ukuyiphindisela kuye unyanga yezizwe manje naye uyangithusa uthi ngenza lokho kuyoba ukuphela kwempilo Yami ...

ngcela umbono wenu ngenzenjani

🎊🎉HBD.. this year 195years.❤️❤️ she can't speak. She can't see, she can't walk, but she is still living, her children go...
15/10/2025

🎊🎉HBD.. this year 195years.❤️❤️ she can't speak. She can't see, she can't walk, but she is still living, her children gone, her grand son gone and her grand grand son gone now we as grand grand grand son we still respect her 🙏❤️❤️

Owesilisa ona41 ubizele endlini yakhe ingane yentombazane ena10 iminyaka wayika Chocolate wayidlwengula ingane yaphuma i...
15/10/2025

Owesilisa ona41 ubizele endlini yakhe ingane yentombazane ena10 iminyaka wayika Chocolate wayidlwengula ingane yaphuma isopha igazi lehla ngemilenze ikhala kwafonelwa amaphoyisa waboshwa umphakathi ubusushisa indlu yalendoda edlwengulile

When you finally get the I-CAN'T-CHEAT-ON-MY-BOYFRIEND girl
15/10/2025

When you finally get the I-CAN'T-CHEAT-ON-MY-BOYFRIEND girl

Address

Mndozo
Newcastle
1089

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Siltune posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Siltune:

Share