
03/09/2025
Yabona inhliziyo yami yaba buhlungu kabi ngokubona abazali bami behlukana ngingenakubuza lutho ngoba kwakunzima kimi ukungenindaba zabo uMama wahamba waqinisikhanda wabhekalena wayogana noBaba wahamba waqinisikhanda wabhekalena wathathu mamoMcane nokube ngyaphila ngiphilela uGogo wami uthando lukagogo bengifiswa lubonwe emazulwini mhla ehambayo.
Uyena muntu engimcabangayo lowo okunye chaaaa.