EKhokhwaneni Kwamandlakazi News and Updates

EKhokhwaneni Kwamandlakazi News and Updates eKhokhwaneni kwaMshayazafe

11/10/2021

Jehova Nkulunkulu omdala wezinsuku, wena owake waba khona, okhona nosazoba khona. Ekseni siza kuWe Nkulunkulu wethu siyazithoba phambi kwakho sivuma izono zethu esizenzileyo nezono zabazali bethu nabantwana bethu, sicela usithethelele kukhona konke ukungalungi kwethu nakukho konke ukuphambuka kwethu. Sicela ungasikhumbuleli izono zethu kodwa uzithathe uzifake olwandle lwakho lokukhohlwa zingabuye zikhumbuleke, siyabonga ke Nkulunkulu owayekhonzwa okhokho emandulo nasemaphakadeni. Ekulaleni kwethu bewukhona usilindile wasipha ubuthongo obuhle namaphupho amahle, namanje sesiyavuka sivuswa uWena baba yiba khona kithi emini namuhla usihlenge kokubi ngegama lomfeli wethu uKristu Jesu waseNazaretha Amen.

10/10/2021

Lemme welcome you bomkhaya nomakhelwane, sicela ukuhlangana kwethu kube okuhle. Kungabi nanhlamba, nanhlebo, nanzondo kodwa kube ukthula nothando nokubambisana okuhle nokwakhana. Ayihlale phansi ibambe umthetho, ingahlekisani ihlomelene futhi ingahlangani phezulu kodwa phansi ibe ingamahele.

Address

Nongoma

Telephone

+27767259291

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when EKhokhwaneni Kwamandlakazi News and Updates posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to EKhokhwaneni Kwamandlakazi News and Updates:

Share