Amahlaya EsiZulu

Amahlaya EsiZulu Sihleka kuphela

22/09/2025

Thixo Somandla, asiceli okuningi πŸ˜₯, sicela nje imisebenzi nempumelelo πŸ™πŸΌ ukuze siphucule la makhaya 🏑 🏠 esithukwa ngawo. πŸ’” 😭

20/09/2025

πŸ‘©πŸ½β€βš•οΈ: "Phusha sisi. Phusha!"
πŸ‘©πŸ½β€πŸ¦°: "Iyhooo! Haaa!"
πŸ‘ΆπŸ½: "Ay, ay! Shabonani, ifikiye Boy Boy!"

20/09/2025

πŸ‘§πŸ½ β€œGogo, I'm pregnant.” πŸ˜’

πŸ‘΅πŸ½: β€œLa bafana sebekujwayeze nesiNgisi, uboke umithe nje, uzongithola kahle!” 🀨 🀨

19/09/2025

"Faka condom yazazi aw'sebenzi"
Niyazikhuluma izinto eziwisa ipi...πŸ†..πŸ˜­πŸ’”

19/09/2025

Umuntu athi: β€œI don’t use make-up.”

Kodwa uma usumbheka kahle, ibingamsiza. βœ‹πŸ½ 😐

18/09/2025

Kulotsholwa ingqondo not ubuhle bosisi☝️, so yekani ukuzipenda sengathi izindlu zamandebeleπŸ˜‘βœ‹

18/09/2025

When its raining🌧🌦 no animal can run faster than a Girl with Make_UpsπŸ’„

16/09/2025

Mhla kwathiwa umuntu akagqoke into ayithengelwa umuntu wakhe, baningi abayobhinca amaphepha wama-Doritos. πŸ˜’

14/09/2025

Intombazane ayinqeni ukuthi β€œI can't wait ukuba nawe” lapho ingeke
ize.😭

14/09/2025

I can't wait to buy a car Ngithathe Amajita Ami sye'Clubin. After 20 mins ngithi Majita Sengcabanga uknyakaza ManjeπŸ˜‚πŸ˜‚πŸ€˜

14/09/2025

Uvakashele umuntu akuthelele i-juice.

Hhayi bo! 😳 Ngehlisani? πŸ€·πŸ½β€β™‚οΈ Kuphi ukudla? 😳

12/09/2025

Nenkukhu ikhulisa amachwane iyodwa kodwa ngeke uyizwe ithi amaqhude izinja πŸ₯Ί

Address

1052
Nongoma
3950

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Amahlaya EsiZulu posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Amahlaya EsiZulu:

Share

Category