
17/07/2025
Phez' komkhono
Imeya yakwa Nongoma Cllr ME Zondo kusasa uzovakashele inhlangano engumfelandawonye yakwa Ward 10 oNingeni,ngenhloso yokusebenzisa u 67 minutes.Bazoxhasa imifelandawonye ngezinsiza kusebenza ezahlukene ,bazokwenza lokhu ngokubambisana nomnyango wezolimo. Kwa Nongoma abantu intuthuko bazoyibamba ngezandla ngenxa ka Mthiyane. Mphakathi wakwa Dabhazi wozani nizobona uMacekeceke