My poems

My poems IM NTOKOZO DLAMINI IM A YOUNG POET IM 4RM PIET RETIEF

It not all about anger ,hatrate,fighting or killing but it all abt love,honest,trustful and making peace to our community our schools and to our relationship and into our country as a whole
For mr information jst call m at 0733111646

18/02/2016

NG,HLUSHWA UTHANDO
Ukube uthando l,yambulala umuntu
Ngadala kwagcala u R.I.P kwi khasi lam
Solo ngathi nhlo kuleli
Ang,kaze ngagcilazwa uthando ngalohlobo
Mang,ke ngabheka is,thombe sakhe
Ngiy,thola sezigcwele ubuso inyembezi zenjabulo Uma ngike ngacabanga ngaye ebsuku ng,giqika noqamelo kube manzi phansi
Sthandwa sami ngyasola sowathi uk.eda kaqane iy,thakelo
Lol! kwasho iy,ngane kwi facebook
Nami ngiyay,ncokolela sthandwa ukuthi nje..,

NG,DLALWA UTHANDO

Nkosazane ngisha amashushu ngawe
Ukube sas,khona ngenkathi uJesu elenga emthini
Ngabe nami ngalenga kunye naye
Sengfela phela uku,thanda nje wena sthandwa sam
Kanti namanje we can make it happen kwasho iy,fundiswa
Elami igazi liyobe l,ndulela ukona kwakho phela mntakwethu kulomhlaba
Mntakwethu uma ungang,shiya ngyafunga nasi!
Ngingamane ng,jamele istimela kwijantshi waso
Amalangeni amagwalagwala oshomumi lothenga bak,khonzile slavisto sam
Ebsuku banamhla senze is,vumelwano namadlozi akini ukuthi eyakho inhliziyo komele ifane neyam
Indlela eng,qabanga ngayo kumele nawe uqabange ngayo
Ingani ses,yafana namathe nolimi
Phela wena us,bham sam es,dubula s,phindelela kwabangzondayo
Es,galela s,ngapheli muya kuma eX wam

NG,HLUSHWA UTHANDO

Iskhwele eng,naso namkhulu akase abenaso nase jutiya
Sthandwa sam,
Themba lamaphupho wam
Sbutubutwana senhliziyo yam
Vuma ngiy.khusele eyakho inhliziyo ngothando nangokwethembela
Ngyak.thembesa uma uke wavuma
Ngyohlezi ng,thekela ulwazi ngothando
Ukuze ng,hlezi ngik,shela njalo cisho nasembhedeni mntakwethu

NG,HLUSHWA UTHANDO

By: IF U CN A.K.A
Ntokozo Dlamini

17/02/2016

WAYONENI

Esakho is,bindi ses,namathambo
Unembeza ngyasola wadiza ngawo mhla ubelethwa
Wawungaze umkhame pho?
Noma esekhala awum,yekanga
Noma esethi uyafa pho?
Cha unes,bindi
Yeka lowo mphefumulo awaphumayo
Wawungaze uw,gcalise is,fuba pho?
Noma esethi ay,phele kodwa phinde wachubeka wamgwaza

NGOBA WAYONENI KODWA BANDLA

Imali onayo uy,thole ngendluzula
Iy,ntombi y,bangsana ngawe okwe mali
Ingani ekasi k,bhekwe wena sonpisi
Emini nenganadonsi ingasuzela kodwa ebsuku uvuka umbhejazane
Uvutha amalangabi
Awakho amakhala aphefumula umoya wegazi
Izandla yibang.sana ngey,limazo
Kodwa ngesonto ziphatha ibhay.bheli

KODWA WAYONENI

Uthe noma esekhala ngey,ngane zakhe
Kodwa zagcala ekhanda iy,nhlavu
Noma esethi ukhulelwe pho?
Kodwa phinde umukhwa wangena waphumela ngale es.swini leso

AWU KODWA WAYONENI KANGAKA

BY:IF U CN A,K.A
Ntokozo Dlamini

07/02/2016

God blc u sthando thnk u

07/02/2016

CN I GT 100LIKES ON MY PAGE (MY POEMS) REMEMBER UR LYK CN MAKE A DEFFERENCE .GOD BLS U LV U AL

07/02/2016

Thnks a lot guyz i lv u al G blb u

07/02/2016

NAMI NGANGINGA NJE

Kodwa mhlaba wawu'ngzondeni kangaka
Kodwa ngang'thatheni yabani kuze ngibe nje
Kazi ngang'theni kubani kuze k'bulawe abazali bami
Bona abebakhathazeka ngam umzuzu nomzuzu
Abebang'thandisa okwemali
Bangafuni ng,funi ukung'mbona ng,khala
Bona abebahlala bemamatheka njalo nje
Wena wabona iy'shelani sezizoqomana
Ngangingakaze ng'khale ngenxa yabo
Kodwa nam.hlanje y,hlale y.geleza kuhle kwamantenga
Uma ng,cabanga ngabo

NAMI NGANGINGA NJE

Namuhla sengahlala emaphayiphini
Sengalala emgodini okwesambane
Sengahlala ovalweni okwenyamazane
Namuhla sengalala ng'bhekile okwes'khova
Eyami impilo ay,sajabulisi neze

NAMI NGANGINGA NJE

Namuhla sengaveza izinqe obala
Sengalala ngamakhal'bhothi
Sengaba mbala munye okwe nkomo
Sengabangsana nezinja kwamdoti
Sengaphila ngok,cela okuka Lazaru
Sengaphila ngok'conobezela mihla le kuze nglale ng,bambise ithumbu
Ubsika nehlobo kuphela kimi mnyaka yonke

AWU NAMI NGANGINGA NJE

Namuhla ofuna uk'shaya ushaya mina
Kodwa ngingeke ngathini
Ingani nabakithi bang'xosha
Namuhla okuthi makahleke ukhombisana ngami
Okuthi makakhahlele ukhahlela mina
Phela mina sengaphenduka is'dlalo sabantu kulomhlaba
Awu kodwa kufaa
Kazi ngangoneni ngabazali bami


By:IF U CN A.K.A
Ntokozo Dlamini

07/02/2016

NAMI NGANGINGA NJE

Kodwa wenamhlaba wang,zondani kangaka
Kodwa ngang,thatheni yabani kuze ngibe nje
Ngang.theni kubani kuze k,thathwe abazali bami
Bona abebakhathazeka ngomzuzu ngomzuzu ngami
Bona abeb,thandisa okwe mali
Bangafuni ngilale ngingadlanga,ngingagezi
Bona abebahleli bamamatheka wena owabona iy,shelani sezizoqomana
Bengingakaze ng,khale empilweni yami ngenxa yabo
Kodwa namhlanje seng,hlanza ubuso mihla le
Ngemvula yey,nyembezi
Ey,hlala y.geleze njalo wena wabona ingwempisi

NAMI NGANGINGA NJE
Namhlanje senglala emaphayiphini
Namhlanje sengalala emgodini okwesambani
Sengahlala evalweni okwenyamazane
Sengalala ngimbukile okwes,khova

NAMI NGANGINGA NJE

Namuhla sengambatha amakhil,bhothi
Sengaba mbala munye okwenkomo
Sengabang,sana nezinja kwam,doti
Sengaphila ngok,cela okuka Lazaru
Sengaphila ngok,conobezela mihla le kuze nglale ngimbambise ithumba
Ubsika nehlobo kuphela kimi mina le

AW NGANGINGA NJE NAM
Namuhla wonke othi makashaye ushaya mina
Ngingeke ngathini ngobaba iy.hlaka niphi sang,khipha kithy
Namuhla wonke ofuna uk.hleka ukhomba mina
Phela mina sengaphenduka ithoy,zi wonke umuntu udlala ngam
Awu kodwa kufa kazi uyobonani

NAMI NGANGINGA NJE

By:IF U CN A.K.A
Ntokozo Dlamini

07/02/2016

THROUGH THAT DARKNESS

Through that darkness you can rise and shine
You can break the hopes and wishes of your enemies
No matter how dark it is
No matter how hard it going to be
No matter how deep you are,
but through that darkness
You can reach your destiny

THROUGH THAT DARKNESS

The is success,you the hero of your life
Above that darkness the is attraction of light,of brightness
Above that darkness God is waiting for you to lift you to another level
Above that darkness the is joy
No more suffering,sorrow,sadness,
but only happiness is there waiting for you

THROUGH THAT DARKNESS

Just look up to that fadding stars,and say
Through this darkness i cn rise and reach those stars
Just look forward to those fadding streets light and just have that will to reach them and i,
promise help of God ,
I will make it a real
I will make my dream become a real

ABOVE ALL YOU CAN MAKE IT A REAL

By: IF U CN A.K.A Ntokozo Dlamini

05/02/2016

hy ma frnds ma new poem is cm so the title NGANGITHY UZOKHULA ABUSE LEZWE

05/02/2016

ISTHEMBISO

Sthandwa sam seng'yindlela
Thembalam sengyozama impilo
Ngyak,thembisa kangsoze ngak'libala
Amakhiwa namathunduluka kawasoze angkhipha endleleni yam

ISTHEMBISO

Syohlezi simunye kuhle koJesu namakholwa
Ngthembise uzonglinda ngbuye okwey,ntombi y,lindele umyeni
Ngthembise esakho is,bani sothando syohlezi singkhanyisela ey,nkalweni

ISTHEMBISO

Noma ngabe ngsemihosheni,
Noma ngabe ngsey'ntabeni zokhahlamba
Kodwa uyohlezi usenhlizweni yam thembalam
Noma ngabe ngsemihosheni kwelamadabukela
Kodwa uyohlezi use nqondweni yam sthandwa sam

LESO ISTHEMBISO SAM

By:IF U CN A.K.A
Ntokozo Dlamini

Address

Plot Number 18
Piet Retief

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when My poems posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category