Maskandi updates

Maskandi updates We do news updates and bring to the public eye anything that the community must know. Siyakusiza Mayelana nomculo uma ungumculi

Eku gcineni u Messi usethi khumu ebholeni le sizwe
04/09/2026

Eku gcineni u Messi usethi khumu ebholeni le sizwe

Basiza kele abaningi ngemibhalo ka Mashudula, ayeyibhekise ku Khuzani.
04/09/2026

Basiza kele abaningi ngemibhalo ka Mashudula, ayeyibhekise ku Khuzani.

UyiNuku kufa mmmm Umculi kaMaskandi odabuka eMsinga "iNkosi Yamagcokama"  ungene engozini yemoto washonela khona lapho e...
09/08/2026

UyiNuku kufa mmmm

Umculi kaMaskandi odabuka eMsinga "iNkosi Yamagcokama" ungene engozini yemoto washonela khona lapho ebheke emcimbini ose Richard's Bay "iBasadi Music Festival".

Zibuhlungu kakhulu lezindaba ngeQHAWE eliseli ncane.

uKhuzani Mpungose uqophe umlando egadla ephindelela ecelela uGandaganda ukuthi akaqashwe ngokuphelele kwi Mpucukuzeko Ma...
05/08/2026

uKhuzani Mpungose uqophe umlando egadla ephindelela ecelela uGandaganda ukuthi akaqashwe ngokuphelele kwi Mpucukuzeko Maskandi Festival.

Siyabonga Gawozi ngesenzo sakho sokukholelwa emacikweni asemasha endimeni kaMaskandi.

Bafwethu ningakhohlwa ngomhlaka 29 August 2026 uyahlala umcimbi okwakho ukuthenga Tickets lakho.

Ikutshelani lento ngo Khuzani ?

Khuzani no Ndoni bano mlando omude kakhulu ngokuka Maskandi.Welile wayengu mlandeli ka Khuzani, wajika wa Landela u Mtha...
03/08/2026

Khuzani no Ndoni bano mlando omude kakhulu ngokuka Maskandi.

Welile wayengu mlandeli ka Khuzani, wajika wa Landela u Mthandeni.... Wabuye wabuyafuthi kuma Blue lions.

Namuhla u Welile usezoba nomcimbi wakhe ka Maskandi.

Intokazi yase Mpangeni uNdoni uhlangane no General weZinqwele uBayanda Mvelase egoli. uNdoni udlulise iziyalo kulensizwa...
03/08/2026

Intokazi yase Mpangeni uNdoni uhlangane no General weZinqwele uBayanda Mvelase egoli. uNdoni udlulise iziyalo kulensizwa edume kakhulu ngokutalabha ema groupin kamaskandi💔😭

uNdoni unxuse lensizwa ukuthi ayiqaphele izinto ezikhuluma ngabanye abantu ezinkundleni zokuxhumana ngoba impilo imfishane. Uthi awucabange nje sekuthiwa ushonile ushonele ukuthuka umuntu ko Facebook.

uNdoni uthi yebo yena no Saliwa abasebendaba nokuningi okubhekiswa kubo kodwa kwabanye abantu akubi kuhle. Uthi yena njengoba ekhulisa izingane zamantombazane kuhle ukuthi zihlonishwe futhi bahlonishwe bonke abantu besfazane. Uphethe ngokuthi enxuse ukuthi umuntu mayengena ku Facebook akaphushe ibhizinisi edle imali ayi indaba yenhlamba💔😴🚶🏽‍♂️

Credit: UHlangothi Media Tv


Ama Buffalo by Limit 9n 10 million viewsUyizwa kanjan lengoma?
28/06/2026

Ama Buffalo by Limit 9n 10 million views

Uyizwa kanjan lengoma?

Kubulawe  ngesibhamu uthisha waseKhombe High nenduna yama Blue Nation eZululand.Kudutshulwe kwabulawa induna yabalandeli...
02/06/2026

Kubulawe ngesibhamu uthisha waseKhombe High nenduna yama Blue Nation eZululand.

Kudutshulwe kwabulawa induna yabalandeli bama Blue Nation abalandeli bakamaskandi, uKhuzani Mpungose. UXolani Mathe osesithombeni ngowasoMbimbini phakathi koLundi noNongoma eZululand North of KZN. Le ndodana yomuntu ibiwuthisha eKhombe High School, yiyo eyaletha uKhuzani wasiza abafundi nesikole ngeminikelo. Uthishomkhulu wakhona obewumalume wakhe naye wadutshulwa kanjena. Kuvulwe icala lokubulawa, kakukaboshwa muntu

Khuzani uveze ukunga nami kwakhe ngezi nkulumo ezikhulunywa ngaye kwi Podcast ka Ngizwe.
17/05/2026

Khuzani uveze ukunga nami kwakhe ngezi nkulumo ezikhulunywa ngaye kwi Podcast ka Ngizwe.

Kushiyana imibono ngenkulumo ka Thulisani  Myeza, ayikhulime ngo Khuzani....Abanye bayayincoma, abangaphesheya Bathi uya...
17/05/2026

Kushiyana imibono ngenkulumo ka Thulisani Myeza, ayikhulime ngo Khuzani....

Abanye bayayincoma, abangaphesheya Bathi uyazincengela.

Address

CHIEF MHLABUNZIMA MAPHUMULO Road
Pietermaritzburg
3201

Telephone

+27726061904

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Maskandi updates posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share