Sidumisa Inkosi with Ntando on Umgungundlovu 107.6 FM

Sidumisa Inkosi with Ntando on Umgungundlovu 107.6 FM Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Sidumisa Inkosi with Ntando on Umgungundlovu 107.6 FM, Radio Station, Pietermaritzburg.

30/03/2023

Sengivalelisa emsakazweni wethu esiwuthandayo Umgungundlovu 107.6 FM Community Radio

Ngithanda ukuk'bonga malaleli ngokuhlala nami kuleminyaka waba yingxenye yohlelo.❤️🙏🏽
Ngibonge abesifazane abebesihola ngezwi leNkosi njalo ngolwesine🙌🏼🔥. Ngibonga ama-gospel artist ethu nezihambeli zethu ezihlukahlukene👌🏽💯 song choice benisibusisa bakithi sithi siyanqoba ngobufakazi🎶💃
We can't forget!
-Our motivational speaker Percy Zondi Siyabonga baba🙌🏼
-Udokotela wethi wezezimali Siphumelele A Mabuya thank you Sisi🙌🏼
- Khayelihle Funeral Services 🙏🏽

Lastly, uJeremiya 29v11 uthi Ngokuba ngiyayazi mina imicabango enginayo ngani, usho uJehova imicabango yokuthula kungengeyobubi ukuba ngininike isikhathi esizayo nethemba.

ithuba
Mgungundlovu

16/03/2023

KumaHeberu 11v11
Ngokukholwa naye uSara uqobo wathola amandla okukhulelewa esedlulelwe yisikhathi, ngoba wathi ukholekile owetembisayo.

Akukho okungenzeki kuye🙏🏽❤️


15/03/2023

🎶LISTENER'S SONG CHOICE 🎶

Siyanqoba ngobufakazi 9:30-10:00, iliphi iculo ongathanda silidlale ohlelweni Sidumisa INkosi?

09/03/2023

Isaya 46v4
Noze niguge nginguye yebo noze nibe yizimpunga ngiyakunithwala ngikwenzile lokhu futhi ngiyakunetshatha yebo, ngiyakunithwala nginikhulule.

ULwesine oluhle❤️🙏🏽


08/03/2023

🎶LISTENER'S SONG CHOICE 🎶

Iliphi iculo othanda silidlale 9:30-10:00 ohlelweni Sidumisa INkosi?

02/03/2023

NgokukaMathewu 11v28-29

Zanini kimi nina nonke enikhatheleyo nenisindwayo mina ngizakuniphumuza. Bekani ijoka lami phezu kwenu, nifunde kimi ngokuba ngimnene, ngithobile ngenhliziyo khona imiphefumulo yenu iyakufumana impumuzo.


01/03/2023

🎶LISTENER'S SONG CHOICE 🎶

Siyaqoba ngobufakazi, lithini iculo ongathanda silidlale ohlelweni from 9:30-10:00 ?

Amahubo 46v10Thulani niqonde ukuthi mina nginguNkulunkulu ngiyakuphakama phakathi kwabezizwe ngiphakame emhlabeni.🙌🏼❤️Un...
23/02/2023

Amahubo 46v10
Thulani niqonde ukuthi mina nginguNkulunkulu ngiyakuphakama phakathi kwabezizwe ngiphakame emhlabeni.🙌🏼❤️

Ungaphuthelwa uhlelo Sidumisa INkosi KuMgungundlovu fm 9-12.

Lithini Izwi ovuka nalo namhlanje? 🙏🏽

22/02/2023

🎶LISTENER'S SONG CHOICE 🎶

Iliphi iculo ongathanda silidlale ohlelweni 9:30 - 10:00 lapho sithi siyanqoba ngobufakazi.

16/02/2023

KwabaseGalathiya 6v9

Kepha masingakhathali ekwenzeni okuhle ngokuba siyakuvuna ngesikhathi esifaneleyo uma singadangali.

Sanibona zihlobo kuLwesine🙏🏽❤️


15/02/2023

🎶LISTENER'S SONG CHOICE 🎶

Siyanqoba ngobufakazi 9:30-10:00, iliphi iculo ongathanda sidumise ngalo?


Hebrews 10v25 Singayeki ukuhlangana kwethu njengomkhuba wabanye, kepha masivuselelane ikakhulu njengoba nibona usuku lus...
09/02/2023

Hebrews 10v25

Singayeki ukuhlangana kwethu njengomkhuba wabanye, kepha masivuselelane ikakhulu njengoba nibona usuku lusondela.

annual prayer

08/02/2023

🎶LISTENER'S SONG CHOICE 🎶

Iliphi iculo ongathanda sidumise ngalo 9:30-10:00 ohlelweni Sidumisa INkosi?

annual prayer

02/02/2023

Izaga 6v6-8
Yana entuthaneni vilandini ubone izindlela zayo, uhlakaniphe. Yona ethi ingenamahluleli, nambonisi, nambusi ilungisa nokho ehlobo isinkwa sayo ibuthe ngesikhathi sokuvuna ukudla kwayo.🙏🏽❤️

Sawbona kuLwesine, Sebenza kusakhanya


#107.6fm

01/02/2023

🎶LISTENER'S SONG CHOICE 🎶

Iliphi iculo ongathanda sidumise ngalo 9:30-10:00 ohlelweni Sidumisa INkosi?

26/01/2023

NgokukaMathewu 22v37-38

UJesu wathi kuye woyithanda iNkosi uNkulunkulu wakho ngayo yonke inhliziyo yakho, nangawo wonke umphefumulo wakho, nangayo yonke ingqondo yakho. Yilowo myalo omkhulu nowokuqala.

Owesibili uthi wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithandwa wena. ❤️🙌🏼


#107.6fm

25/01/2023

🎶LISTENER'S SONG CHOICE 🎶

Sidumisa nawe 9:30 - 10:00 iliphi iculo ongathanda silidlale ngalesi sikhathi?

Address

Pietermaritzburg

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Sidumisa Inkosi with Ntando on Umgungundlovu 107.6 FM posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Sidumisa Inkosi with Ntando on Umgungundlovu 107.6 FM:

Share

Category