Ingududu News

Ingududu News Ingududu Media Group. Inethulela:

(Ingududu News) (Insingizi Yamakhosi)
Sibika ngezindaba zesizwe.

21/03/2024
Insingizi ekhala maqede kudume izulu.Inyoni enkulu Yezulu Ingududu News  isazohluba udlubu ekhasini, uhlobo lwezindaba e...
23/03/2023

Insingizi ekhala maqede kudume izulu.

Inyoni enkulu Yezulu Ingududu News isazohluba udlubu ekhasini, uhlobo lwezindaba esizimisele ukuba silugaye kazivamile kulamalanga.

Sinengxenye yeSizwe 'INSINGIZI YAMAKHOSI' lapho sibhala Ngobukhosi kanye nobuholi boMdabu bonke esibala kulona Nabelaphi Bendabuko imbala.

Sizimisele ukubhala futhi ngoHulumeni Wesifundazwe kanye Nemikhandlu Yomasipalati, Ubuholi Nolusha, Ipolitiki kanye Nezomnotho.

Umxhumanisi HRH Sasa N Yende
Usomlomo Mnotho Wandelo Khumalo

Yakhal' Ingududu!

Ngoba, lusakhona usuku lwamalungelo abaNtu eNingizimu Afrika! Asethembe ukuthi kwawona amalungelo uqobo, asakhona futhi ...
21/03/2023

Ngoba, lusakhona usuku lwamalungelo abaNtu eNingizimu Afrika! Asethembe ukuthi kwawona amalungelo uqobo, asakhona futhi asetshenziswa ngendlela efanele.

Umzabalazo wabaNsundu usaqhubeka ✊🏾

NGIMFUNGE UDADEWETHU UNTULUBENI: Sonke silimele, ngaphandle nangaphakathi singamagxaba, ngokugugelwa ngumoya ongumphefum...
20/03/2023

NGIMFUNGE UDADEWETHU UNTULUBENI: Sonke silimele, ngaphandle nangaphakathi singamagxaba, ngokugugelwa ngumoya ongumphefumulo; Impela umangabe ungazi! Ungaze wethembe ukuthi imp' enkulu, ngeyomzabalazo wabaNsundu kanti lutho! kudala lishonile ilanga. Sewufungile ke! wagomela MuNtu oNsundu, khumbula ukuthi uzimele kawunamuntu... (Ingududu DCSRM)

Bayede News Ezivuthayo Emaputaland Izindaba Ezingathathi Hlangothi Ilanga Newspaper Isolezwe Isolezwe Newspaper Eyethu N...
04/02/2023

Bayede News Ezivuthayo Emaputaland Izindaba Ezingathathi Hlangothi Ilanga Newspaper Isolezwe Isolezwe Newspaper Eyethu News

KwaZulu-Natal Provincial Government KZN Legislature Speaker
04/02/2023

KwaZulu-Natal Provincial Government
KZN Legislature Speaker

Address

Pietermaritzburg
3200

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ingududu News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share