01/10/2026
Sawbona admin ngcela udlulisele kwabafanele bakithi saze safa isomiso sicela noma imoto yamanzi kunini singenamanzi. Njengamanje ngazuthi awekho sonke Snathing ..... ngizwe ubhlungu kabi laphana ecentre yengan ezkhubazekile engaseMakholwa abakwaz ngisho ukuwashela iyngane ngenxa yamanzi ...
Syacela bandla lusukunyelwe loludaba lwamanzi sakhala ngento eyodwa unyaka wonke nje impela