Bhekizizwe Media SA

Bhekizizwe Media SA KZN Breaking News - Proudly powered by Pmb KwaMpumuza 🐅

Bhekizizwe Media siyacela ulekelele usidlulisele kwelakho ikhasi 🎙Sisendaweni yaseNqabeni ngaphansi kwaka Nxamalala, kun...
30/09/2025

Bhekizizwe Media siyacela ulekelele usidlulisele kwelakho ikhasi

🎙Sisendaweni yaseNqabeni ngaphansi kwaka Nxamalala, kune Carwash lapho yaka Zuma, singenelwe abantu abathathu behamba ngemoto eyi Polo bangena bakhomba ingane edayisayo nabafana ababili ekade bezothenga, bathatha ama cellphone, TV ,Decoder ne pressure cleaner kanye nemali nezimpahla ezidayisayo. LePolo imhlophe ishayekile ngemuva. Siyacela umphakathi usisize usazise uma kukhona umkhondo ovelayo.

Siyabonga.

Kuvela ukuthi u-Former uNyambose utholakale eseshonile e France, kuvela ukuthi uwe from 22nd floor eHyatt Hotel Paris. K...
30/09/2025

Kuvela ukuthi u-Former uNyambose utholakale eseshonile e France, kuvela ukuthi uwe from 22nd floor eHyatt Hotel Paris. Kubikwe ukuthi udukile, wase watholakala namhlanje eseshonile

Bhekizizwe Media News ✍️

Indida kuduka owengu Minister wamaphoyisa eNingizimu Africa oseyinxusa eFrance.Sekuthunyelwe ithimba elibheka ngezobuchw...
30/09/2025

Indida kuduka owengu Minister wamaphoyisa eNingizimu Africa oseyinxusa eFrance.

Sekuthunyelwe ithimba elibheka ngezobuchwepheshe njengoba sekubikwe ukuthi uMnu Nathi Mthethwa osehlala eParis eFrance kuthiwa udukile ugcine ukubonakala ngezi 29 September 2025 kuzekube manje izingcingo zakhe azingeni , Lolu udaba oselugcwele amaphephandaba aseFrance ngokuduka kaMthethwa oyinxusa laseNingizimu Africa eFrance.

Bhekizizwe Media News✍🏽

30/09/2025

🎙"Ngaze ngathuka"

🎙" kuhlala abantu beslisa bokuhamba angaz noma baw 4 yin"

Bhekizizwe Media News ✍️

Kune comment ekhona kwi original post esiyifakile yalontombazane okuthiwa owahamba nomngane wakhe ngo Sat, baya e town w...
30/09/2025

Kune comment ekhona kwi original post esiyifakile yalontombazane okuthiwa owahamba nomngane wakhe ngo Sat, baya e town wangabe esabuya. Le comment iveza ukuthi usetholakele.

Asazi noma utholakele noma uzibuyele yena, kade kwenzenjani. Umndeni nekade sixhumana nabo ngenkathi sifaka yona le post bebengakasithinti. Siyabonga kakhulu siyajabula uma undodakazi esekhona ekhaya.

Bhekizizwe Media News ✍️

Bhekizizwe Media siyacela ulekelele 🙏

Sicela ukufuniswa uNokubonga Sheshane lo osesthombeni wase Swappo A ugcine ekhaya ngoMgqibelo uhambe nomngane wakhe okuthiwa u Nontokozo wase Zinketheni baya etown. Ebusuku ngawo lowoMgqibelo wasenda message kudadewabo ekhaya ethi akanamali yokubuyela emuva manje umuntu akade beye kuye akatholakali, emva kwalokho ucingo lwavalwa akatholakali kuze kube manje. Umndeni ucela ukusizwa uma kukhona umkhondo ovelayo baxhumane nosisi wakhe

0769769647 Thandeka Sheshane

29/09/2025

Induna yesgodi sase Mpushini u Mnu S Qwabe usababaze njalo ngakubone izolo, uveza ukuthi usathukile ukuthi mingaka imigilingwane eyenzeka endaweni kwakhiwe.

Asimuzwe ezikhulumela.

Cofa kwi link ngenzansi ukuze uthole izindaba eziphelele 💐

https://youtu.be/wt2l5uToeUA?si=pwA-DVFXWc59ddrS

Bhekizizwe Media News 🎙

Abangamele ezemidlalo emhlabeni i -FIFA seyiphuce iBafana Bafana amaphuzu amathathu ngenxa yokuthi yadlalisa umdlali owe...
29/09/2025

Abangamele ezemidlalo emhlabeni i -FIFA seyiphuce iBafana Bafana amaphuzu amathathu ngenxa yokuthi yadlalisa umdlali owenama “cards” uTebogo Mokoena.

Lokhu kungase kwehlise amathuba okuthi iqembu lesizwe lingayi kowendebe yomhlaba.

UGeneral Khumalo useveze neqembu elisolwa ngokubamba iqhaza ezenzweni zobugebengu elaziwa nge BIG 5 okukhona kuyo osolwa...
29/09/2025

UGeneral Khumalo useveze neqembu elisolwa ngokubamba iqhaza ezenzweni zobugebengu elaziwa nge BIG 5 okukhona kuyo osolwa ngokusoconga uDJ Somebody uKT Molefe Kanye nesinye sezinswelaboya esivalelwe uCat Motlala.

Kuleqembu lezinswelaboya abanye baduna izimoto abanye bazitapela kumathenda bebambisene nosopolitiki asebeke basemandleni.

Kuvele okusha ngokusocongwa kwamakhansela kwiMadlanga Commision.General Dumisani Khumalo  uveze ukuthi Kwa Zulu Natali u...
29/09/2025

Kuvele okusha ngokusocongwa kwamakhansela kwiMadlanga Commision.

General Dumisani Khumalo uveze ukuthi Kwa Zulu Natali uma kubanjwa izingxoxo zokubambisana komasipala (Coaltion Government) emkhandliwini kulezongxoxo amakhansela abegabiselwa ngemali elingahambisani nokubambisana neqembu elithize belisocongwa malinqabe isamba abethenjiswa zona lawo makhansela.

Bhekizizwe Media News ✍🏽

General Dumisani Khumalo uthi ukuvalwa kwe Political Killings Task Team kwabanesandla semfene esasivikela imigulukudu ey...
29/09/2025

General Dumisani Khumalo uthi ukuvalwa kwe Political Killings Task Team kwabanesandla semfene esasivikela imigulukudu eyayibona ngathi kuyabashela.

Uphinde waveza ukuthi unobufakazi obuningi, obunye ngeke akwazi ukukusho kwabezindaba ngoba kungaveza uphenyo olusaqhubeka, nangendlela amaphoyisa asebenza ngakhona ukubamba lezinswelaboya ezizimisele ukubamba ngobhongwane umubutho wamaphoyisa ukuze bafeze inkohlakalo ehambisana nokubulawa kwabantu.

Bhekizizwe Media News✍🏽

Address

196 Gandaganda Road Sweetwaters
Pietermaritzburg
3201

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Bhekizizwe Media SA posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Bhekizizwe Media SA:

Share