
22/06/2025
11 & 12 July
Intombi nensizwa ubusuku bonke zigiya ngengoma
Mhlaka 11 July
Kune Camp ehlanganisa Izintombi Kanye Nensizwa ebusuku Kanye Nonomehlo
Bazofundisa
Uma Ingane ithomba ingeniswa
1 kanjani emgonqweni.
2 Intombi isibika kanjani isisu boka mfana
3 Intombi ebihlolwa yayeka endleleni ngoba ingesesiyo Intombi izihlawula kanjani ebihamba nazo
Ngakusasa nge 12 July
1 obaba bendawo bazofundisa izinsizwa zendawo Uma kuyobonwa izinkomo kusuke kukhulunywa ngani
2 Uma abafana abancane kuthiwa bayodla iphaphu kukhethwa inqgwele edla ubhedu khulunywa ngani
Indawo ka Zungu
Emathendeni
Phansi kwenduna Sokhela