AmaNguni News

AmaNguni News Asichemile, khohlwa ke lapho mtase

Baphinde baqhwakela lababhemu🤨
28/02/2026

Baphinde baqhwakela lababhemu🤨

Man of the match.
28/02/2026

Man of the match.

28/02/2026

🔴 BREAKING: Saudi Arabia has condemned in the "strongest terms" the Iranian attacks on the UAE, Bahrain, Qatar, Jordan and Kuwait. LIVE updates: aje.news/p4rw7y

28/02/2026
Umfoka Ronaldo useyingxenye yeClub iUD Almeria unamashezi awu 25% waleli qembu.
26/02/2026

Umfoka Ronaldo useyingxenye yeClub iUD Almeria unamashezi awu 25% waleli qembu.

Empangeni nikhona?
25/02/2026

Empangeni nikhona?

25/02/2026
Senzo Meyiwa case has officially been closed by the state. Confirmed.
24/07/2025

Senzo Meyiwa case has officially been closed by the state. Confirmed.

13/07/2025

uPresident umfoka Ramaphosa uthi lolu phenyo luzothatha izinyanga eziyisithupha kodwa kuzolethwa ingxenye yophenyo emva kwezinyanga ezintathu bese kulethwa imiphumela ephelele ngemumva kwezinyanga eziyisithupha😴

13/07/2025

UMchunu usemisiwe ekubeni uNgqongqoshe wamaphoyisa. Umiswe 6 months ehleli ekhaya, kwathiwa yi special leave.

Ramaphosa: Lezi nsolo zikaMkhwanazi uma ziphenywa ziba liqiniso kuzobe kusho ukuthi kunokudelelwa nokuxhashazwa komthetho wezwe. Yingakho ngiqoka I Commission of inquiry. Le Commission izophenya konke okufaka phakathi abaphazamisa uphenyo nokubucindezela izimpimpi zobugebengu. Le Commission izophenya amaphoyisa, NPA, Joburg Metro police, abasemajele nabo bonke ababalwe nguMkhwanazi kufaka ne Judiciary. Le Commission izokwenza izincomo ezizokwenza kuboshwe abathintekayo. I Commission izobeka izincomo ezithi labo abaqashwe ngokungafanele bamiswe noma bashushiswe. Le Commission inikwa izinyanga eziwu 6 bese iletha umbiko. Le Commission izoholwa nguJustice Madlanga. Ngithathe isinqumo sokunika uMchunu ikhefu eliyisiphesheli.

Address

Kwa Zulu Natal
Pongola
3170

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when AmaNguni News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to AmaNguni News:

Shortcuts

Share