Mzansi News

Mzansi News Digital creator

Ngingaveli nango bhozo.Ngicela izeluleko ingane yomyeni wami ilala nami, sengiyikhuze kaningi kodwa I lokhu iqhubekile m...
16/07/2026

Ngingaveli nango bhozo.

Ngicela izeluleko ingane yomyeni wami ilala nami, sengiyikhuze kaningi kodwa I lokhu iqhubekile manje angazi ngenzenjani. Ngimtshele yini umyeni wami.

Sebefikile e MalawiAbesifazane nezingane baseMalawi phakathi kwabantu abangu-661 abafike bevela eNingizimu Afrika izolo ...
18/06/2026

Sebefikile e Malawi
Abesifazane nezingane baseMalawi phakathi kwabantu abangu-661 abafike bevela eNingizimu Afrika izolo ebusuku bakhala ngendlala. Leli qembu okumanje lihlala eKamuzu Stadium eBlantyre, lithe alikakutholi ukudla, izingane zikhala ngokuthi zilambile. Khonamanjalo, abasebenzi bezempilo bagoma uvendle ezinganeni enkundleni yezemidlalo.

EHluhluwe kunomuntu wesifazane osamncane age between 20 kuya phezulu ,obulewe makunomuntu wesifaze ongabonakali ekhaya s...
18/06/2026

EHluhluwe kunomuntu wesifazane osamncane age between 20 kuya phezulu ,obulewe makunomuntu wesifaze ongabonakali ekhaya sondela emfuleni emzinene.akagqokile useyonakala 💔💔💔 uhudulelwe ehlathini 😭😭😭😭 kunekepisi lomuntu wesilisa nekotoyi next to isigameko uhlabeni niwulawule.

Beku njena namhlanje e Portshepstone.Kucelwa abakufika abangenayo imvume yokuba se South Africa ukuthi abahambe.
15/06/2026

Beku njena namhlanje e Portshepstone.
Kucelwa abakufika abangenayo imvume yokuba se South Africa ukuthi abahambe.

Kutholakale ingane ishonile e Toilet lase Creche endaweni yase Sidwadweni, Eastern Cape. U Kungentando Yena (1) utholaka...
14/06/2026

Kutholakale ingane ishonile e Toilet lase Creche endaweni yase Sidwadweni, Eastern Cape. U Kungentando Yena (1) utholakale e Toilet yase Creche eseshonile ngomhlaka 11 June 2026. Manje umdeni wengane ufuna ubulungiswa njengoba kungacaci ukuthi ingane ishone kanjani. Kulindeleke ukuba kuqalwe uphenyo ngokushona kwengane njengoba kuvezwe ukuthi nabase Creche nabo beshaqekile ngalokhu.😥

13/06/2026

Ai shame

?
13/06/2026

?

Kuthuke abaningi ngenkat obezihambela ngemoto yakhe eveza ukut kuvele kwathushuka ingane eskhalen nj ikhasa , Uth naye a...
13/06/2026

Kuthuke abaningi ngenkat obezihambela ngemoto yakhe eveza ukut kuvele kwathushuka ingane eskhalen nj ikhasa , Uth naye akamanga uyishaye yazula ngob akazanga noma ingane or i Trap abekelwe yona.

EZINGENAYO💔- Owesifazane uthi angeke aphinde asebenzise istofu sika Paraffin e Hebron. U Khensani Mekhise (42) uthi waci...
12/06/2026

EZINGENAYO💔- Owesifazane uthi angeke aphinde asebenzise istofu sika Paraffin e Hebron. U Khensani Mekhise (42) uthi wacishe wafa ngenxa yesitofu sika Paraffin ngomhlaka 14 October 2019 e Soshanguve. Uthi wayepheka endlini yomkhukhu eyayinamagumbi amabili ephekela izingane zakhe savele saqhuma I Stove washa kabuhlungu. Njengamanje owesifazane uhamba eqwashisa abantu ngokusebenzisa lesiya stofu aphinde abonge nempilo futhi.

Address

Sipofu Road R102
Port Shepstone
BOX900HIBBERDENE4220

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mzansi News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Mzansi News:

Shortcuts

Share