Vakasha Tours

Call Directions Website Contact the business

Vakasha Tours Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Vakasha Tours, Radio Station, 269 De Boulevard Road, Pretoria.

10/04/2023
15/01/2021

UKhathide Ngobe ubalisa ngokudlula emhlabeni kowayenguMphathi-steshi salomsakazo uKhozi FM nowayesakaza loluhlelo.

"Ukufa kulinuku bakithi, awu kodwa ngoMphephethe madoda! Namuhla ngingumuntu nje kungenxa yalensizwa eyangithuntutha odakeni, ngixova udaka sakha izindlu zomxhaso eLindelani, yanginika ithuba emsakazweni lokuveza ikhono engaliphiwa uMdali, lokuba ngumsakazi!
Namuhla ngiyikazela inqwaba yezindondo zemiklomelo yokwenza kahle nje kwezokusakaza kungenxa yalobaba wakwaNzimande oselele 😭😭

Insizwa lena ebinenhliziyo enhle ngendlela eyisimanga, ehlale esifisela inqubekela phambili ngaso sonke isikhathi! Into ebingiyithanda ngaye ukuhlale esivikela njengabasakazi uma kukhona imikhonto efuna ukusihlaba singazelele ngenxa yamaphutha ebesibuye siwenze! Ubesukuma asilwele nalapho ubona khona ukuthi ngabe ngingenile eweni ukube ubengekho uBhodloza!

Lobaba ubengumphathi onothando oluyisimanga, engafisi ukukubona uphahlazeka ngendlela engafanele! Into abemuhle ngayo kithi njengabasakazi ubesazi ukuthi sinamaphutha, asivikele ngisho sesigaxela kwamanye amaphutha ebesisuke singawanakile!

Awu avele aphela nasozwanini bakwethu 😭😭😭😭"

Umculi kaMaskandi u-Ali Mgube uncenga omunye uzakwabo ofana neGcokama Elisha ozibiza ngokuthi uyi Galofu Elisha ukuba az...
12/01/2021

Umculi kaMaskandi u-Ali Mgube uncenga omunye uzakwabo ofana neGcokama Elisha ozibiza ngokuthi uyi Galofu Elisha ukuba azozenza Igcokama Elisha engomeni yakhe agadla kuye kwi Gcokama Elisha zizwele kule Link ukuthi uncenga uthini :

28/11/2020

"Ubodlula ungithath'eCarlton Ville
WeSomjumase...nami ngiyehla
Ungshayel ihooter" - Imfolomane 😃

Amaciko akhiphile ngapha nangapha wena kosazizwile iyiphi ohamba nayo?

Namhlanje kuQhude Manikiniki kuboshelwe izongqungqulu zomculo kaMaskandiWalter Sisulu ithi ihamba noMtshengiseniUnisa ih...
18/07/2020

Namhlanje kuQhude Manikiniki kuboshelwe izongqungqulu zomculo kaMaskandi
Walter Sisulu ithi ihamba noMtshengiseni
Unisa ihamba noMgqumeni

Wena uhamba nayiphi? Ngena kule Link yakuTwitter uvote 👇🏽

“Qhude Manikiniki Zindala Zombili. iUnisa ithi Up Mgqumeni Up, kanti iWalter Sisulu Uni yona ithi lihamba neThwasa Langempela uMtshengiseni. 🔥🔥🔥Ibhoba VS Indidane”

30/05/2020

Ugiya Nobani?

on Twitter

Assaaambe

30/05/2020

Qhude Manikiniki Zindala Zombili.

Namhlanje kubhekene iCentral University of Technology eFree State ne University of KwaZulu Natal.

Uma ufuna ukuvota uya kuTwitter

Amabunjwa - Free State
Ezendidane - UKZN

23/05/2020

Qhude Manikiniki, Zindala Zombili. Namhlanje iWits ngapha iMendusa ngale.

Igcokama Elisha lidle umhlanganiso😊

16/05/2020

Dumakahle (MUT) - 40%

Inkosi Yamagcokama (UKZN) - 60%

Twitter

16/05/2020

Ngena usitshele ukuthi ugiya nobani?

089 310 9193

Khuphuka👐🏽👐🏽👐🏽👐🏽

11/04/2020

Sigiya Ngengoma....

Khuphuka!!!!

Address

269 De Boulevard Road
Pretoria
0184

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Vakasha Tours posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Vakasha Tours:

Shortcuts

Share

Category