IBhekaphansi

IBhekaphansi Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from IBhekaphansi, Radio Station, Nkolokotho area , Mtubatuba, Richards Bay.

Sanibonani bafwethu nonke nje kuwunyaka omusha....🤝..  bafwethu selidumela emansumpeni manje 🎸🎶..sekuseduze kakhulu nili...
20/01/2020

Sanibonani bafwethu nonke nje kuwunyaka omusha....🤝.. bafwethu selidumela emansumpeni manje 🎸🎶..sekuseduze kakhulu nilizwe iphimbolami elimnandi elisho kamnandi ngesizotha..🎶🎼.
intoyamehlo.
lukhulu bafwethu.

#🎸sehlulekile amavukane aseJozini nawaseMtuba.ithemba libekeni kimi bafwethu luyeza oluzayo
la ispepe sincane kakhulu ..
# bafwethu🤝🤝🤝🙏

05/01/2020

Skeleton

Bafwethu ubusuku obuhle kulisonto uJehova enibusise ngokungeseka ngamaLikes kuleliPage.🙏🙏🙏ngyethemba noma umsebenziwami usukhona niyongeseka ..🎸🎶.

maqhawe namawhattsap🙏🙏🎸🎶

02/01/2020

Ezweni lesilo umdlokombane phumudlamadoda ...ngyabingelala bafwethu.🙏🙏...nginifisela ukuphila nempumelelo ephindaphindiwe onyakeni omusha... engfisa singakulibali...,",unyaka awufikanga nalutho ilanga lisazophuma empumalanga lishone ntshonalanga bafwethu so kubiza ukuthi kubeyilowonalowo elwele akufisayo kulesikhathi ukub kubeyimpumelelo ngoba uma uzohlala ulinde imana evela ezulwini kuhle kwemvula uzophind ukhale lesi o usikhihla ku2019.. inkomo yobuthongo
silwele impilo engcono🙏

niphile bafwethu.💕

31/12/2019

Ngibingelele kulolonke elikamthaniyaa ngokukhulu ukuzithoba nokuzehlisa..🎸🎶bafwethu njengejongo ekadekwasa liphupha ngokuba ngelinye ilanga lifisa ukuninikezela ngokudla kwendlebe ngicabanga ukuthi sukela kulonyaka ozayo kuyaphambili sekukhona eniyokuthola ngendlebe kuvela kuPhumlani wakwaNcanana ogamalakhe emculweni yiBhekaphansi ngidabuka eMatubatuba eDubelenkunzi kwesenkosi yabaKhwanazi.ngizocela ningeseke kwengizonenzela khona... 🙏
akulona olwami(track 2)🎸
kwezothando (track 5)🎸
izikhwama(track7)

new year kuninonke bafwethuu uJehova enilondoloze🙏kuthangbonge.🎸

Address

Nkolokotho Area , Mtubatuba
Richards Bay
3935

Telephone

+27823943035

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when IBhekaphansi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category