THOTOtv

THOTOtv The Home Of Telecommunication Opener

28/07/2021

God's people, it been confirmed P16 up next...🎱🔥

🕳️

28/07/2021

Page 14, 15 &16 🎱🔥

Bayeza namhlanje 😮

🕳️

27/07/2021

🎱🔥

27/07/2021

Ithunzi Lomfula 🕳️

P1

Lalishasa ilanga kodw lithe mbo nangamafu amancanyana, Ngalolo suku uThembi Kanye nosisi wakhe omncane uLinokuhle. Babesele bodwa ekhaya futhi bezibhorekele, Thembi:: Ngicabange ukuthi sivele siyowasha emfuleni?

Linokuhle:: kodw liyashisa nje Thembi!

Thembi:: wena uyathanda njalo silokhu sithethiso uMama mxm mina ngyahambake sala wea!

Linokuhle:: Eyy nawe njr okay asambenike! (Ngokucasuka.)

Bethathe yonke into abazoyidinga emfuleni bese bewasha impahla zokugqoka bethwale emakhanda behambe, umfula phela lo abaya kuwo usendaweni ecashile futhi hlezi kukhala izinyoni abekho abantu abahlala duze nomfula... Lapho endleleni sebejulukile and uLinokuhle seyazihhudula.

Linokuhle:: Thembi ngeke Kant asifiki yin?

Thembi:: Hau, Lino awuziboni ihlahla zasemfuleni wea?

Linokuhle:: Sengyawuzwa umsindo wamanzi asishesheni ngizowa mina! (Lapho esindwa ubhavu awuthwele ekhanda.)
Befike emfuleni bebeke yonke into phansi uLinokuhle athathe ubhavu afike nawo angjime engene emfuleni eyokha amanzi umethi uyawakha amanzi evesane ephume ngaphansi kwe dishi, Esamangazwe ilokho uThembi anyathele kabi ugodo lolu uLinokuhle amekulo evele Ephoseke emfuleni uLinokuhle nobhavu wakhe!.

P2

Proudly powered by NomaHlathi Media 🎱🔥

Address

Richards Bay

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when THOTOtv posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category