22/08/2026
Umholi we-DA kulesiFundazwe uSithembiso Ngema uthi ngeke bayeke ukuyisa omasipala BE-IFP ezinkantolo Uma kufanele ngoba I-IFP iyababalekela Uma becela imihlangano ukuze bexoxisane ngezinto ezingezinhle ezisuke ziqhamuka emphakathi.
Uthi umshado abanawo awubavimbi ukuthi balahlekelwe ukulandela inqubomgomo yeqembu labo iDA.
Thola loludaba olugcwele ezindabeni kusihlwa at 7pm on channel 261. 📺