06/01/2026
đŁđ˘Ufake uR150 000 uSomaShishini waseNseleni kuKhubađ¤
"IZINDABA ZILETHWA ZIQONDILE FUTHI ZINGAGCHEMILE NOHLANGOTHI AZILUTHATHI"âď¸
U Khuzani KING Ndlamlenze Mpungose uthole uCingo oluphuma ku somaShishini we Sobhuza Butchery uDlamini waseNseleni eMpangeni.
Ukhuba akawuvali uMlomo namanje ngokungena kweMali engu R150 000 kwaCelwa ukuba aye kwiHoneyMoon...noma yikuphi benoMakoti... phela kuthiwa wenze into enhle ehlula abaFana...eyenziwa amaDoda kuphela kuze abe ngoBabađŞ
NANSI INKULUMO NGEZANSIđ
"Kungene i call esuka kubaba uSobhuza enseleni wathi Khuba muhle umsebenzi owenzile wokuvusa ikhala likayihlo wathi ucela sihambe noMakoti siye kwi Honeymoon siyophumula ucela ukufaka u R150 000 siye noma kuphi lapha esithanda ukuya khona, ewu madoda angikwazi lokhu kuthandwa okungaka okuvela ezulwini, ngiyabonga kakhulu ngicela ningibongise kuma comments. Isandla sedlula ikhanda saze sabusiseka emhlabeni. Uthando eningikhombise lona bekumele ngibhale incwadiđ" THANI Follow ku Ngamla Art Mpande naku Top Promotions & Media