31/12/2025
Ibandla i-Upperoom Ministries eholwa uBaba uMfundisi uNdahayo imema bonke abantu abaseduze neMpangeni namaphethelo kwi Nkonzo yobusuku bonke namuhla Empangeni Town ngase KFC maqondana nejele iMadala.
UMfundisi uNdahayo uhola leli bandla elidume kakhulu ngokunikela njalo kubantu kaligcini lapho linezinkonzo ezishintsha izimpilo zabantu njengoba namuhla nje kuzobe konakele uNkulunkulu esemsebenzini inkonzo iyaqala ngo 8 ebusuku koze kuse.
follow Richard's bay Online News