Neva Mind

Neva Mind Researcher | Content creator | Public speaker

18/09/2025

Our General 🙌🏽

Lento yokuthela abantu ngamanzi kugujwa usuku olubizwa nge spring day ayiphethanga kahle kwabanye.
07/09/2025

Lento yokuthela abantu ngamanzi kugujwa usuku olubizwa nge spring day ayiphethanga kahle kwabanye.

Laba kuthiwa abantu besilisa abazishintsha ubulili. Kuthiwa angixwayise obhuti abakhonze ukushela kakhulu mase bephuzile...
01/09/2025

Laba kuthiwa abantu besilisa abazishintsha ubulili. Kuthiwa angixwayise obhuti abakhonze ukushela kakhulu mase bephuzile ngoba uzozitshela ukuthi uvuke nge baddie kanti uvuke ngensizwa.

30/08/2025

Nansi le VN yaleliphoyisa lase Brakpan elabulala unkosikazi walo lazibulala nalo liyachaza

Kmele siphaphame as south Africa
26/08/2025

Kmele siphaphame as south Africa

This bridge in Tembisa, owned by a Zimbabweans, is very danger0us. A fee of R5 is required to cross.

Namhlanje uvele enkantolo
25/08/2025

Namhlanje uvele enkantolo

Kuxwayiswa abantu ngemsebenzi yaphesheya eRussia esolakala ukuthi indlela yokuqhuba i-Human trafficking . Osaziwayo abab...
25/08/2025

Kuxwayiswa abantu ngemsebenzi yaphesheya eRussia esolakala ukuthi indlela yokuqhuba i-Human trafficking . Osaziwayo ababizwa nga influencer yibo abamema abantu kuloluhlelo olubizwa nge Alabuga programme. Omunye walama influencer U Cyan Boujee and ngike ngabona omunye e comment kwi post yakhe emxwayisa ukuthi akayeke ukuheha abantu ngalento ngoba amantombazane afike athunjwe phambili kodwa baphetha ngokumo block.a lo obexwayisa. Kuleluhlelo bekubizwa abesifazane kuphela.

U Ntando Duma usesuse ukukhuluma okukhulu ko social media emva kwenkulumo yakhe kwi podcast Ka L-Tido lapha khona khona ...
24/08/2025

U Ntando Duma usesuse ukukhuluma okukhulu ko social media emva kwenkulumo yakhe kwi podcast Ka L-Tido lapha khona khona ethi ngeke ajole nomuntu onengane ekubeni wake waba I single mother. Futhi nomnyeni wakhe wamfica ezele waba I stepfather enganeni yakhe.

UMlingisi wakumabonakude U Nandi Nyembe usedlulile emhlabeni. Ubeseneminyaka engu 75, lokhu kwenzeke mhlaka 23 August 20...
24/08/2025

UMlingisi wakumabonakude U Nandi Nyembe usedlulile emhlabeni. Ubeseneminyaka engu 75, lokhu kwenzeke mhlaka 23 August 2025 ntambama.

23/08/2025

Ngithi nje angithi sorry kubalandeli be Sundowns lezonhlungu zizodlula. 😂

Lomlisa osesithombeni usebulele ngesihluku intombi yakhe osukwini lanamhlanje wafaka I Video Ku Facebook ekseni ngo 4 ez...
21/08/2025

Lomlisa osesithombeni usebulele ngesihluku intombi yakhe osukwini lanamhlanje wafaka I Video Ku Facebook ekseni ngo 4 ezintatha eveza intombazane le ebethandana nayo eseyinqumile. Lento kuthiwa yenzeke KonDubai Tarven e Maubane .

Cha khona siyaqala ukuba nesilo esicela kithi imali. Wena uthini owakho umbono?
20/08/2025

Cha khona siyaqala ukuba nesilo esicela kithi imali. Wena uthini owakho umbono?

Address

Nseleni A
Richards Bay
3882

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Neva Mind posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Neva Mind:

Share