12/12/2025
Abezimo eziphuthumayo bathi ukungabibikho kukasonkontileka endaweni yesehlo kwenza kube nzima ukuqinisekisa abavaleleke ngaphansi kwemfucuza lapho kuwe khona isakhiwo okusetshenzwa kuso.
Okuvelayo - Abantu abahlanu bakwazile ukubaleka ngesikhathi kudilika ibhilidi kodwa babhajwa ngakolunye uhlangothi lwebhilidi bahlengwe kwatholakala ukuthi banemihuzuko emincane.
Abantu abahlanu basavalelekile, kubo, ababili bashonile kanti abathathu basaphila
📷 IPSS Medical Rescue