Percy Ngwenya

Percy Ngwenya I am just a girl with motive.. Let's dive into real stories and enjoy �
(1)

09/06/2026
Mangwe unjani sisi uyaz ngilohlupho mhlawumbe ngingathola isizo kubalendeli bakho ,ngihlala lomama wangakwami inkinga in...
24/05/2026

Mangwe unjani sisi uyaz ngilohlupho mhlawumbe ngingathola isizo kubalendeli bakho ,ngihlala lomama wangakwami inkinga inkinga yakhe nxa sisenza inkozo uyabhotsha uthole sekunuka indlu yonke lengubo sezinuka kumanje sengize ngisesaba ukuthi senze inkonzo ngoba sengidiniwevngokunukelwa buthuvi singasizakala kanjan bakithi

yooh
21/05/2026

yooh

19/05/2026

Ngilala nomama ongizalayo wangithembisa imali wathi ngingasho😭😭💔💔

Ekhaya sisanda kulahlekelwa ubhuthi wethu omdala...akatholakali asimazi ukuthi ukuphi sesicinge sakhathala Kanye naye umama uhlezi ebalisia ngomntwana wakhe angamazi ukuthi ukuphi uhlale epost naku face book ethi ucela ukufuniswa umntwana wakhe kodwa lutho ukuvela.
Nangu umama engivusa ebusuku ngo 12 themba vuka..ngithi mina kwenze njani sewuthole umkhondo ka bongani yini mama ethi...vuka sihambe uzobona phambili...ngivuke ngogqiko singene emotweni...a drive more 3 hours lokhu asifiki ngithi mina kanti siyaphi mama ethi sesiyafika...afika kulomuzi omuhle okakwe ihlathi angazi nokuthi sikuphi...ehle ethi ngiyabuya ngisayo Chama ungaqali ungene la...kuzongena mina kuqala..
Ngiqale ngime esangweni ngibona kuvuliwe nomama lokhu akabuyi...bese ngiyangena nomnyango walendlu yakhona awukhiyiwe....ngingene ngikhanyise akunalutho nje olusabisayo...bese ngivula impopi ngithi ngiphuza amanzi ngikhangwe iphunga elibi...ngiqalaze endini angibini lutho bese ngibona izitebhisi ezehlayo..ngehle ngazo...ngibone indlu igcwele ubulembu ngingene phakathi ngivale amakhala...
Kulendlu kunemibhede kumboziwe.....ngivule haw smakade ubongani phela lo...kodwa manje imali engaka ifunani eduze kwakhe...ngiqale ngithuke manje sekuthi angifonele amaphoyisa...ngiohinde ngivuke lo munye umbhede awo umboziwe ngivule ngifica nje amathambo amadala pho yini sengathi umdansane kababa nje lona....
Ngibuke ibhulukwe elakhe vele....yilona..ingani umama nje wanqaba ukuthi ubaba ancwatshwe wathi...ubaba wathi ucelwa ukushiswa nangempela washiswa waba umlotha...ngikhiphe iPhone ngithi ngifonela amaphoyisa...
Angene umama themba ufuna la ehlahla amehlo...bengishilo ukuthi ungangeni sengiku cinge indlu,nebula lonke embonya umzimba kathemba...ngithi mama kanti kwenzakalani lana engaka phenduli kuqhamuke indoda ende efake isudu emnyama nobu cwebe...ngaiqale ngithuke ngithi ngiyabaleka ingibambe lendoda athule nje umama engasho lutho...
Iyqhubeka ku comment section lingakhohlwa ukungi followa

Address

4808 Sepitisi Crescent, Embalenhle
Secunda
2285

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Percy Ngwenya posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share