Elsie chakwamura

Elsie chakwamura l film my daily life as content

Ngiyanikhuza ngo R2 + Cinamon yenza uhlez unemali Faka Fa Fa Fa kwi coin bese ufaka ngaphansi konyawo lakwa left ugqoke ...
07/10/2025

Ngiyanikhuza ngo R2 + Cinamon yenza uhlez unemali Faka Fa Fa Fa kwi coin bese ufaka ngaphansi konyawo lakwa left ugqoke isicathula sakho Attract Money 💰 yonke indawo ❤️💃💃

05/10/2025

Bafethu othi nginixoxele ngoba sekwadlula eyy ngike ngajola nomfana ohalayo😹😹✋🏻eyy indlela ayehala ngayo loyamfana ngek hlamp sewadlulela😭😭🤞🏻ngkhumbula kahle nge first meet up yethu ngyomvakashela ngangzofike ngishaye sleep over ke🚶‍♀️😌ayyy yimi lowa ngdlula debornairs ngthenge pizza ngithi ngfuna ukum impress phela cause yena ngangimthanda shame🙌❤️ewu umfana ngfike ke angani niyazi pizza inama slices awu 8 ngek nikholw ukuthi mina ngadla 2 slices the rest adliwa uyena😭😭✋🏻bafethu phela mina ngidla kancane nginethemba nami ukuthi kzoba 4/4 umfana wayikhuphuka pizza worse part udakwe nayinsangu😭😩tjooo kwakuthi angkhale but ngathula cause ksayi first meet up ngiztshel kuth hlamp ingoba ubhemile😢

Akuphelelangake lapho kwakuthi sesjola nje sesicrc mangfika ngzom vakashela methengile into esoyidla uneyakhe nami ngneyami ayyy sidleke😹😹😹✋🏻wakudla okwakhe wakuqade ngadla mina ngavala sengsuthi ngabeka ngithi ngzobuye ngidle wangbuza ususuthi yini ngathi yeah aybo😭😭😭😭🙆‍♀️wajabula umfana wagxumela ukudla kwami bft wakudla wakushaya wakuvala yhii😭🙌ayy still ngthule🤐

Iye ngokuqhubek lento hlamp masambile sye out sengithayima nami ukuth mangphika nalo ngzofa indlala😹😹🤞🏻ay safika restaurant wa order okwakhe nami nga order okuhlukile kunokwakhe🤦🏻‍♀️wadla umfana waqeda mina angkwazike ukushesha wathi eqeda okwakhe wathi angimuzwise lokhu kwam🙆‍♀️😏😭eyy ngimnike bafethu wakukhuphuk umfana ukudla kwami washiya into encane kanjani ngezwa inyembezi zigcwala amehlo😭😭😭💔still ngathula. Sengyaqala manje ngyabona ukuthi no akekho umfana onjena lona akashawa ngisho ihloni ngeke shuthi wakhula elamba noma kusawuk hala uze uncintele ngisho intombi yakho?🙌👏🚮

Akuphelelike lapho khona the day waslanda emall nomnganami sthengile ama MacD sithi sowadla endlini afike ke asthathe asigodukisa sesfika ekhaya ngamuvalelisa sehla nomnganam wathi nje umfana babe conglumisa aybo🙆‍♀️😭🙌shwele phambi kamnganam ayy ngimnike akayigebhulanga kanje burger yami😭💔

04/10/2025

💔😭Umamezala nengane yakhe bangiphosa eplazini lomlungu ngiqeda kuzala ama wele.Ngagisebenza emzini walomama ongu maxaba....
02/10/2025

💔😭Umamezala nengane yakhe bangiphosa eplazini lomlungu ngiqeda kuzala ama wele.

Ngagisebenza emzini walomama ongu maxaba..ngihlala khona ngoba vele kwakungekho lapho engangizohlala khona ugogo washona umuntu engangisele Naye.umama yena washandela emozambique...wase umaxaba ethi angizo msebenzela kwakhe uzongiholela ngokudla angithengele nezinto zokugcoba...wangika ikamero lapho ngizolala khona....ngagcina ngajola nengane yakhe lomama yangishela nje kahle ngaze ngayiqoma...silokhu sintshontsha ke...

Ngase ngiyamitha...ngamtshela ukuthi ngi pregnant waqala umfana waba distance kimi...sekuba usawubona nje kuphela...wagcina eseletha intombi yakhe ezotshengisa umama wakhe ethi ufuna ukuyi shada...uthe uma ihamba lentombazane ngasho mina ukuthi ngikhulelwe amawele ka mndeni ngitshela lomama ekhona naye umndeni...wathi lomama...

Habe imihlola ngiyalingwa ngisehlane inkosi....ubamba ingane yami ngoba nakhu ufuna uku taker over kulomuzi khohlwa ntombazane...mina ngangithi ngiyakusiza ngikuzama nge toho...kanti uzofuna amafa alayi khaya cha ukhohlakele...kodwa ke ukhohlwe mina nginaye umakoti uzo taker over laykhaya unezimali zakhe.kungenzeka nje ukuthi usulela umtanami ngesisu ninjalo phela nina zichaka...awuzibuke nje ukuthi unjani. ukumitha kwakho akusho lutho lakimi uke nje uyithi vu lendaba Kumakoti uzongithola kahle...

Ngavele ngathula ngoba vele akukho lapho ngizoya khona ngizibuza ukuthi pho...kuzofihlwa kuze kube nini...safika isikhathi sokuthi ngiyoteta...angithengelwe lutho ngisho ibhayi lutho nje okumayelana nengane ngiphethe nje jacket yami esikhwameni,kodwa labantu bane mali umndeni usebenza kahle nje impela...bafike bangishiye esibhedlela bethi ngifone uma sengitetile...ngizitshele ukuthi mhlampe bazobe sebezithengile izimpahla...ngitete ke kuse ekuseni ngifone ngisho ukuthi sengitetile bengafiki beze befike ntambamba...abaphethelutho...ngasizwa ibhayi engangilibhicile nama nurse anginika izimpahla....ngiphuma esibhedlela ngibambe amawele amabili kanyekanye bengafuni ngisho ukuwa bamba ngangena emontweni ngahlala phansi ngisho ukuthi sawubona duu abantu....

Ngivele ngithule nami sekuqala ukuba mnyama...selokhu uya driver umndeni ngizitshela ukuthi hay kukhona lapho befuna ukuqala khona...kule ndawo esiyakuyo kuyabanda izulu liyana Lina ngomoya....ifike ime imoto evule umnyango lomama mina ngizibonela izinkomo ngithi mhlampe bazofuna inkomo yokuhlawula phela ethi lomama phuma shesha awuboni ukuthi izulu liyana...ngibuze ngiphume ngiyaphi...aphume umndeni emontweni athathe amawele awabeke bansi.bese eyangidonsa ngiwe ngihlale phansi ngezinqa lapho nginezinhlungu....ngahluleka ngisho ukukhala azange ngikhale sdalo.bayishaya yazula imoto.

Liyana izulu lana ayi kantancane..izingane zimanzi nte ngibathe ngiyaqalaza akukho nje lapho ngingakhosela la khona....besengibona indlu yamahhashi iseduze nendlu yomlungu useyomane angidubule iyonanto engiyifisayo njangamanje ukufa.ngifike ngingene umnyango mkhulu nje njenge garage kunamabhele ngibeke izingane kuwo ngikhiphe jacket yami esikhwameni ngibagoqe ngayo ngibakhiphe lezi mpahla engiphiwe zona ama nesi ngoba zimanzi...bafudumale ngibanencilise..ngibonge ukuthi unkulunkulu wangipha ubisi bengizoba yini.bese bayalala ke mina angilele ungalala kanjani ungadutshulwa noma inini awadlali phela amabhunu.

Kuthi ngabo 1 ziqale izingane zikhale...I'm a first time mom...angazi nokuthi ngithulise yiphi...iyona ke into eyangikhalisa,zakhala izingane zivevezela ngibathe ngayabancelisa lutho...ngezwa kukhonkotha izinja liyana njalo lapho ngibathe ngizivala umlomo izingane lutho ukuthula.

Ngibone ithoshi Liza liqonde kimi nqo wagijima lomlungu...ezekimi ngasho ngathi ngiyafake ke namuhla...wangena wafike wakhanyisa waguqa ebuka zingane lezi ezikhalayo uma ethi uyabuka ngimanzi nte...wabuza umlungu u right...uyaluundinga usizo...ngathi yebo ngiyacela....akukho lapho ngizoya khona...wathi umlungu asambe siye endlini sifike singene abase lapha ku fire place....

Alande zonke izimpahla zeyngane,nezinto zokugeza abantwana konke nje anginikeze ngikhetheke bese eyangisiza ngigeze abantwana sabagqokisa..bathula abantwana..wase ethi ungahlala la for as long as you want mina ngihlala ngedwa lana endlini nabasebenzi kuphela kodwa bona bahlala le ezansi....

Bengithi mina mhlampe ucashele imvula lapha endlini Yama hhashi kodwa ngiyabona...ukuthi it's not just about the rain,or the cold...ngiyabona ukuthi you're alone but ke sizokuxoxa lokho...wangenzela ukudla ngadla waphithizela umlungu elungisa ikamero nemi bhede yabantwana into engingakaze ngizibone ngikuyo..

Waqeda wangisukumisa uyabona ukuthi ngiqeda kuteta lapho sengigqoke ne gown gown...angibonise ikamero bese engilethela abantwana bami ngalala kamnadi ngabonga ukuthi lezinja zingilahlile zangilahlela ezandleni ezinothando...kuthi ekuseni afone umaxaba ethi hawu kanti uyaphila....ngithi umuke nezimvula nale mkhovu yakho oyizele...bengithi lizokudubula nalebhunu likuyeke kanjani..ngivele ngi drobhe iPhone
p2 uyeza khona manje

02/10/2025

Ngake ngaqoma omunye umfana ngathi mina ngyafunda e Boston College 🎓 🎓 🎓 ke lapho ngangi sebenza kwesinye nje istolo sama china loya mfana ilabafana abathanda ukuchoma ngama mama benabangani bakhe nje🫩🫩 shuthi naye indlela angbuza ngayo sasi phambi kwalabangani bakhenke "Kambe wena babe wenzani " ngabe Sengishilo ukuthi ngyafunda mina e Boston yoooh we guys wayefike angishiye phambi ko mnyango wakhona njalo loya mfana 😭😭😭ngiqale phansi ngijike ai shuthi la e Boston bagcina sebengi noticer ke ngicela uthando nginiphe indaba ungakhohlwa ukungi follow Elsie chakwamura for umgosi omnandi

02/10/2025

china chedu💜💙💛🌹🥤

*SHURE KUNONHUWA NEKUVAVA*
Geza nemvura yaiswa few drops yeAppel cider vinegar.
Plain yogurt inopedza kuvaviva kuzasi. Zora kuzasi wogara 5mins nayo wozogeza nemvura kuvava kunopera.🙏
Geza nemvura ine Garlic zvinobatsira

Makunda💛🌹🍓🌹💋

02/10/2025

Uyangfollow Ubuya Ngo done Ngikfollow Back❣️

02/10/2025

Kana uchitenda kuti wamutswa neNyasha Dzavo Musiki ,siya Amen 🥺🙏

01/10/2025

29/09/2025

Address

Standerton

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Elsie chakwamura posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share