25/09/2025
How to start to grow broiler chicken business? Thola indawo ekhaya evulekile wakhe islab saconcrete bese uvusa ihhoko kuleso slab.Njengoba wenza slab wenzela kube easy muclean ihhoko,vikela izimvula ezinga manzisa sodust wakho ugcine felwa izinkukhu.Ihhoko lakhe ulhlukanise izigaba ezintathu ( 3 rooms ) wenzela kukhulisa amatshwele ashiyabr ngeviki zingapheli izinkukhu kwakho.Thenga u sodust uye lakwakhiwa khona amaplangwe bazokdayisela omningi ubuye uzowendlala kwihhoko lakho. Uxhume red light uthele amanzi uwamixer ne electrovite forte uwafake kumadrinkers azo bese ufaka amatshwele akho aphuze lamanzi kzothi emva kwe hour uwanike stater mash.Ngoba uma zofaka kudla namanzi kanye kanye kukhona ezizofuna kudla ziwashalazele amanzi zingawtholi mgomo ngeskhathi esfanele. Sodust akmele uqinelane mele uwuvukuze uhlale womile akwazi nokuqhwanda kuwona .Makukhona itshelwele elifile lisuse ulilahle lingaze lidale ukufa okukhulu kulawa aphilayo.( uma izinkukhu zakho zphefumula kanzima,zkhubazeka imilenze noma amaphiko .Mixer antibiotic namanzi uzphuzise.Stater mash azosidla 2 weeks angene kwi grower for 2 weeks aphume aye kwi Finisher ayidle 2 weeks emva kwalapho sewuyadayisa.Qaphela kuthi mazqeda 5 weeks ungabe saznika amanzi anomgomo.Ukuze inyama yazo ibe ne taste zphuzise amanzi wodwa angafakwe lutho iviki lonke kuze drain lomuthi obuzgoma ngawo kusukela zincane. abayxoxa ngezthombe wena mfuyi