Hazey HazeYy

Hazey HazeYy Nkabi nation lyrics 🎵❤️
Blaq diamond lyrics 🎵🎶

All about the fam

30/10/2024

MusiholiQ is now signed under Nkabi Nation!!

Musiholiq ft Big Zulu, Lwah Ndlunkulu Lilyfaith & XWise - Ngiyakhuleka dropping this coming frday 🔥😤

Our Lwah Ndlunkulu ❤️❤️
30/10/2024

Our Lwah Ndlunkulu ❤️❤️

If You In Ladysmith, Lets Have Some Fun on the 30th Of November,Kids Show during the day,Adult Show Ebsuku,Lawa amaShow ...
14/10/2024

If You In Ladysmith, Lets Have Some Fun on the 30th Of November,Kids Show during the day,Adult Show Ebsuku,Lawa amaShow Aw 2 Ahlukene,angeke ukhone ukusebenzisa ithikithi lenye i Event Kwenye i Event

Kids Show Starts From 10Am to 5PM Big Zulu And Lwah Ndlunkulu Will Perform Ngo 1 Emini,so make sure ingane isheshe ifike izobona iNkabi Nation,Ukudla kwezingane kuzotholakala ngaphakathi so angeke ukhone ukungena nabo.

Ticket Example : If uza nezingane eziw 3,
Uzothenga iThikithi le R120 lakho nengane eyodwa,bese uthenga ama R70 aw 2 for lezi ezimbili

ngo 5pm indawo iyavalwa kuphuma wonke umuntu izingane ziya emakhaya Safe and sound

We start again,Ngo 6pm AmaGate ayavulwa,Laba abathenge amathikithi eShoprite nase Checkers kuzoqalwa ngabo ukuze bangabambi ulayini iskhathi eside eGatin ekbeni benze ngendlela esheshayo ya Online,as You can see,amathikithi azodula eGatin,Should you have any questions,call the numbers enzansi kuma Poster.

Cooler Box : Only Empty Coolerboxes Are Allowed,Utshwala Onuzobe Bubanda kanye nama Ice Kobe kutholakala ngaphakathi Bekmele agcine ngo 8 ukungena but ngicabanga ukuthi singawavumela ukuth angene the whole night,as long as a-empty,ukuthi ungenile nayo waphinde waphuma akusebenzi loko,eGatin izokhokha uR100 futhi ibe empty,

Sizoba neParkin eSafe Futhi ingabi nalo udaka but u have to Pay laba abazokugadela imoto yakho R20 Per Car,also u can park for free on the side of the road.

Abukho utshwala obuzodula,utshwala buzoba imali efanayo nazo zonke izindawo ekuphuzwa kuzo ningezwa ngabantu beqamba amanga,

No Weapons Allowed, Security Yethu Ke Aysineki nginofakazi ababezama ukuphapha last year,

Ohh and Indawo yodaka izobe ingekho that day

UthandoLunye
Ngibonge Ngokuthi ningiphe I support yize amaphutha abekhona phambilini,kodwa ngoba ngyawazi,sizo enjoya eKasi nathi njengazo zonke izindawo,

Uma uke wezwa umuntu ethi nje “Aaay Bayasnyela laba” uvele umtshele ukuth ay vele ungayi ke nkabi mabekunyela☺️

✈️❤️PARIS 🥺🗼Mthandeni SK ft Lwa NdlunkuluKuya ngikuth' ungubani Uhamb' izindaw' ezinjani Uphila nabantu abanjaniUpheth' ...
14/10/2024

✈️❤️PARIS 🥺🗼
Mthandeni SK ft Lwa Ndlunkulu

Kuya ngikuth' ungubani
Uhamb' izindaw' ezinjani
Uphila nabantu abanjani
Upheth' istayel' esinjani ×2

Ngangiy' thand' intenhle
Amandla engangenawo
Ngifisa ukus' umuntu wam' ePeris
Ngim'dlise amayinyayinya ×2

Iyee, yee
Yii yii yee yee
Yii yii yee yee
Yii yii yee yee
Wen' umunt'wami, umunt'wami futhi ngiyohlezi ngikthanda
Noma bethini,ohh bethini,oh bethini
Wen' umunt'wami, umunt'wami we dali
Umunt'wami yee yee yee yee

Ngabe ngik'thengel' isthuthuthu Dali
Ugijim' ufike lah ngakithi
Manje ang'naluthu
Ngizokukhandel' ingolovane ngabe ngik'thengel' iswidi Dali
Ngikuqabule ngawo themba lami
Manje anginalutho
Ngizokugubhela amatshe

Abantu bathi uthand' aluboni
Kazi iyozala nkomoni ngob' ekheth' indoda
Indoda engena lutho

Mali kant' ukheth' abanjani, Mali kanti ufuna
Abanjani ngoba Mali mina angisebenzi
Wen' uqhob' umlungu ku Ami ×3

Zumb ayaba yab ayaba yaba yaba yaba zumb
Uyeye iiyi yee yee iyee yee yee
Wen' umunt'wami,umunt'wami yii yii yee yee
Ayaba yaba yaba zumb ayaba yaba.....Zum

Wen' umunt'wami umunt'wami futhi ngiyohlezi ngikthanda
Noma bethini ohh bethini oh bethini
Wen' umunt'wami umunt'wami we dali umunt'wami iyee yee ye




🙏🙏🥺🥺
14/10/2024

🙏🙏🥺🥺

Big Zulu -awufun'ukung'qoma lyrics ❤️(Ayy asibangene stallion)Kukude kuude kulezo ntaba ×2Qhamula lamabhongwa wamathambo...
10/10/2024

Big Zulu -awufun'ukung'qoma lyrics ❤️

(Ayy asibangene stallion)
Kukude kuude kulezo ntaba ×2

Qhamula lamabhongwa wamathambo wena awufuni ukungqoma ×2

[Chorus]
Ayy ngizamile emsila ngashona KwaNongoma awufuni ukungqoma
Ngijikel'eNkandla KwaMhlaba uyalingana awufuni ukungqoma

Sengiyowulanda eZimbabwe lomuti mntwanomuntu asibone uzophunyuka ×2
Shona owabulawayo themba lam asibone uzophunyuka ×2

[Verse]
Yazi mangk'bheka ngiphelelwa amagama ...
Yazi mangk'bheka (mntwanomuntu) ngiphelelwa amagama
Ngyoguga iincathulo mntwanomuntu ngijahana nawe ×2
Gade ngikshela awuqomi uthi angiqinise amagama ×2

[Chorus]
Kungqono ngishone eZimbabwe ngiyolanda lentando awufuni ukungqoma
Ngizamile emsila ngashona KwaNongoma awufuni ukungqoma
Ngijikel'eNkandla KwaMhlaba uyalingana awufuni ukungqoma

Sengiyowulanda eZimbabwe lomuti mntwanomuntu asibone uzophunyuka×2

Shona owabulawayo themba lam asibone uzophunyuka×2

[Verse]
Ngiza kuwe izandla zigqwele igazi inhliziyo iyopha ×2
Angik'tholi ukuphumula phela mntwanomuntu mele umukele uthando×2
Nabodokotela nezangoma (bathi) uwena oyongilapha ×2

[Chorus]
Kungqono ngishone eZimbabwe ngiyolanda lentando awufuni ukungqoma kungqono ngibheke emalawi ngiyolanda lentando awufuni ukungqoma

Ngizamile emsila ngashona KwaNongoma awufuni ukungqoma
Ngijikel'eNkandla KwaMhlaba uyalingana awufuni ukungqoma

Sengiyowulanda eZimbabwe lomuti mntwanomuntu asibone uzophunyuka ×2
Shona owabulawayo themba lam asibone uzophunyuka ×2

(Iyopha mah!)
The End


Xowla .
23/09/2024

Xowla .

Address

Tembisa

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Hazey HazeYy posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share