06/05/2026
ISIMEMEZELO
Umndeni wakwa Mchunu esizweni sawo aMachunu endaweni yase Mhlangane ucela ukufuniswa nangu ubhuti osesithombeni.
Igama lakhe uKhulani Mchunu kuthiwa unokubonakala eMdlovana(Greytown) ngokusho kuka bhuti wakhe uthi amaviki amathathu aphelile edukile ekhaya. Ekudukeni kwakhe vele unokuphazamiseka ngokom'qondo.
Izinombolo eningazithinta manim'bona ezika Bhuti wakhe uNkinki Mchunu .
076 357 6530 noma 076 893 7577