Tough times for teens

Tough times for teens Dic is a short story Talking about a girl who loves her boyfriend

16/01/2021

Okay so there's this guy I am dating☺️ngyamthanda njer kakhulu futh ngangingezwa mshini nje ngaye😁kwathi ngolunye usuku angicela kuthi ngize kuyena ufuna kungibona.Ayii yimi lo ngigqoka I Jean neskipha ngiqonde estobhini ngilibangise eMegacity🚌I remember it was 2015.so ngigibele ihambe taxi ngijabulile nje☺️☺️☺️ngithe ngehla nje taxin nangu lo guy umubizana wami😹sihambek naye siye Lamont😁sifike sihlale nje njengabantu bajolayo angilethele chicken dust.Kuthe kusenjalo afune kungiphosel mbheden,aii ngimtshel ngith angizele lokho la futhi sekulate cela kuhamba😪angabi nankinga asukuma angiphelezele.sihambe siyaxoxa nje endlelen kumnandi kunje...aii ngifike stobhini ngigibele ngigoduke,phel kwase kulate novalo luyasho ngapha😭ngifike khaya bangasho lutho ngithi ngiphum kamnganami.👏🏽aii ngifike kamereni ngiqonde efonini ,phela ngahamba ngithe sothintana fonini💕aii luyavutha uthando kumnandi🤼‍♀️kuthi seku zibandlela kanjer ngilahle ifoni 😭😭lapho angiyaz kwanumber yakhe sadukelana kanjalo💔🥴aii 2016 ngithole umngani eskolen owayehlala Lamont.kanti ngilinye ilanga so bunker skolen siye Lamont sidlule ngaka guy lutho ukumbona😭😭💔nhliziyo ngayizwa ishayela phansi kancane😪phela kwakwi soul mate yam leya😁aii ngolunye usuku lomnganami angibuyele nenumber yaGuy ☺️ukuth wayithola kanjani angazi🥴aii ngizibise nje vele kwase kuzophela unyaka nasekhaya kuthiwa ifoni ngzoyithola ka grade 10.ushayeke 2017 I was doing grade 10 ngithole ifoni nakhona ngishintshe iskole ngoba ngangihlupha.ngathola umunye uguy ngakhohlwa ilomunye😪kwamnandi kwanjeyaya🤼‍♀️🤼‍♀️kuthe kuwona lowanyaka wabuya uguy😏usuphela unyaka nakhona.wathi ucela kungibona ngaya kwase kudecember👏🏽sahlangana Megacity sakhulum ngabuyel ekhaya.Kwathi ngoDecember 28 ngaya kubo wangivalela engafuni ngigoduke😭😭lapho ngiyakhala ngiyabalisa😪💔💔💔aii guy ngalal kubo🎏🛌🏼ngakhohlwa😹 nawukuthi angikho ekhay😹😹aii ngahlala 3 days khon,stage singibambe ng😹aiii sekumele ngigoduke ngiyasaba kuya ekhaya you😭😭

Address

INTENGALALi Road
Umlazi

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Tough times for teens posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Tough times for teens:

Share

Category