Mgai FM

Mgai FM Radio Station

16/09/2025

Sanibonani emakhaya, ngabe ufisa ukukhonzela ban ku Mgai FM

πŸŽ™οΈ Sethula i Mgai FM – "The Voice of the Village" πŸ“»Sanibonani bakwethu bakwa Mgai Village kanye nawo wonke umuntu osenda...
14/09/2025

πŸŽ™οΈ Sethula i Mgai FM – "The Voice of the Village" πŸ“»

Sanibonani bakwethu bakwa Mgai Village kanye nawo wonke umuntu osendaweni yase Ward 08, ngaphansi kukamasipala wase Umzumbe! πŸ‘‹πŸΎ

Siyajabula ukwethula kini i-Mgai FM, isiteshi somsakazo esiku-internet, esisungulwe lapha ekhaya ka Mgai ngu-Siyabonga noSabelo Jwara.

Lena inkundla yabantu, eyakhelwe ukukhulisa umphakathi wethu, sigubhe isiko lethu, sikhulume ngezinto ezisithinta nsuku zonke. 🌍❀️

🎢 Unomculo? πŸ“’ Unezaziso noma imicimbi ethinta iWard 08?

Simema:
βœ… Abaculi bendawo ukuthi bathumele izingoma zabo
βœ… Umphakathi wonke ukuthi wabelane ngezaziso ezibalulekile

πŸ“² Thumela kuWhatsApp 067 795 5946 – ungathumela umculo noma izaziso as a voice-note, sizobe sesisifaka KU Mgai FM! 🎀

Masikhulise umphakathi wethu ngezwi nelungelo lokwabelana! πŸ™ŒπŸΎ
Mgai FM – Silalela Ndawonye! πŸ”Š

ukulalela umsakazo bukhoma thinta ilink engezansi:

https://zeno.fm/radio/mgai-fm/

Tune to Mgai FM
14/09/2025

Tune to Mgai FM

Tune in to Mgai FM and enjoy the best of English (UK) General radio. Stream live broadcasts, catch up on past episodes, and stay updated with the latest news and announcements.

Address

Ward 08 Mgai Location
Umzinto
4200

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mgai FM posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Mgai FM:

Share