Ukhozi FM TV

Ukhozi FM TV Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Ukhozi FM TV, Broadcasting & media production company, .

19/04/2023

Isexwayiso!🚨

Mlaleli woKhozi FM, sixwayisa ngamaFake accounts azenza abasakazi bomsakazo Ukhozi FM, acele izimali kanye nangezimoto ezihamba zethembisa abantu izimpahla ezinegama loKhozi FM ekubalwa kuzo amaUmbrella, izikibha nokunye.

Lezi moto akuzona ezomsakazo Ukhozi FM noma i-SABC futhi akukho budlelwano phakathi komsakazo nalezi zigilamkhuba.

Qaphela ezinkundleni zokuxhumana!

  noZandile "Zeal" Dladla
14/04/2023

noZandile "Zeal" Dladla

Fakumoya noZandile “Zeal” Dladla kusukela ngo-20:00-00:00
www.ukhozifm.co.za

12/04/2023

Ukhozi FM is one of the biggest radio stations on the planet and the largest in Africa with its listener-ship in constant access of 7.7 million over the past decade. Ukhozi FM broadcasts mainly in IsiZulu and loosely targets IsiZulu speaking and understanding audiences in South Africa. Ukhozi FM is....

Ukhozi FM TV noSiya Mhlongo kanye noNeliswa Cele bahlezi bukhoma noZeal Dladla, oshayela izinhlelo   kanye no  . Kulengx...
12/04/2023

Ukhozi FM TV noSiya Mhlongo kanye noNeliswa Cele bahlezi bukhoma noZeal Dladla, oshayela izinhlelo kanye no . Kulengxoxo bakhuluma ngohambo lukaZeal njengomsakazi nokuningi okuphathelene nomsakazo.

Link: http://www.ukhozifm.co.za/sabc/home/ukhozifm/multimedia/details?id=a998073c-367c-4ea0-bb17-a6c5f058e058&title=Ukhozi%20FM%20TV:%20Nayi%20le-voice,%20uZeal%20maDladla,%20NGIYAKUCHAZELA%20NJEEEE...

Ukhozi FM is one of the biggest radio stations on the planet and the largest in Africa with its listener-ship in constant access of 7.7 million over the past decade. Ukhozi FM broadcasts mainly in IsiZulu and loosely targets IsiZulu speaking and understanding audiences in South Africa. Ukhozi FM is....

Sihlezi no Helen Koo Mhlongo ongumsunguli nomphathi weFunction Images, sikhuluma ngokuhlela imicimbi. Usicebisa ngokumel...
12/04/2023

Sihlezi no Helen Koo Mhlongo ongumsunguli nomphathi weFunction Images, sikhuluma ngokuhlela imicimbi. Usicebisa ngokumele ukwazi uma uhlela umcimbi. Uphinde asichushise ngokumele ukwenze nokumele ungakwenzi uma ukulomkhakha wokuhlela imicimbi.

Link: http://www.ukhozifm.co.za/sabc/home/ukhozifm/multimedia/details?id=d3f30a67-5a8c-48ea-bac6-8a8a8ded14bb&title=Ukhozi%20FM%20TV:%20Helen%20Koo%20Mhlongo

Ukhozi FM is one of the biggest radio stations on the planet and the largest in Africa with its listener-ship in constant access of 7.7 million over the past decade. Ukhozi FM broadcasts mainly in IsiZulu and loosely targets IsiZulu speaking and understanding audiences in South Africa. Ukhozi FM is....

Ukhozi FM TV: Besihlezi nendlovukazi yeGqomu uBabes Wodumo (uMaka Sponge) https://youtu.be/JzzKRvrEcRU via
05/01/2023

Ukhozi FM TV: Besihlezi nendlovukazi yeGqomu uBabes Wodumo (uMaka Sponge) https://youtu.be/JzzKRvrEcRU via

Besihlezi nendlovukazi yeGqomu uBabes Wodumo (uMaka Sponge)Ukhozi FM TV no Neliswa Cele othole ithuba lokuba nengxoxo no Bongekile 'Babes Wodumo' Simelane.Us...

Happy New Year! Sinifisela unyaka-2033 onezibusiso, impilo nenjabulo.
01/01/2023

Happy New Year!

Sinifisela unyaka-2033 onezibusiso, impilo nenjabulo.

27/12/2022

Ingoma Ehlukanisa Unyaka 2022

Ukuvota SMS igama elithi "INGOMA" kanye nohlamvu lengoma oyikhethayo ku 33665.

Ukuvota kuvalwa ngomhlaka 31 December ngo12h00 emini.
I-SMS ibiza R1.50 ama SMS amahhala awasebenzi, kunemigomo nemibandela.

22/12/2022

Sikwethulela iCalender lika-2023!
Ukhozi FM 2023 Calendar 🙂

Ufisa sili delive kuyiphi indawo?
I-calender lomsakazo Ukhozi FM litholakala MAHHALA, alidayisi.

Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo othole ithuba lokuba nengxoxo no Wiseman Mncube ongumlingisi, odume kakhulu ngelikaSibonelo...
14/12/2022

Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo othole ithuba lokuba nengxoxo no Wiseman Mncube ongumlingisi, odume kakhulu ngelikaSibonelo kumdlalo-Uzalo kanye noMqhele kwi-The Wife nakweminye imidlalo.

Link:

Ukhozi FM is one of the biggest radio stations on the planet and the largest in Africa with its listener-ship in constant access of 7.7 million over the past decade. Ukhozi FM broadcasts mainly in IsiZulu and loosely targets IsiZulu speaking and understanding audiences in South Africa. Ukhozi FM is....

Sithi Jabul'Uzibheke, uNyusi Volume noKhozi FM kulo December!UDecember akuwona uDecember ingekho Inyusi Volume YoKhozi F...
13/12/2022

Sithi Jabul'Uzibheke, uNyusi Volume noKhozi FM kulo December!

UDecember akuwona uDecember ingekho Inyusi Volume YoKhozi FM.

Umsakazo wakho Ukhozi FM lukulethela i- lubambisene neKing Cetshwayo Municipality. Ukhozi FM luzobe lusakaza bukhoma eKing Cetshwayo Municipality kusukela mhlaka 15-18 kuZibandlela 2022.

Hlanganyela kanye nathi nabasakazi bakho obathandayo, siNyus’iVolume. Sikulethela ubumnandi obusezingeni eliphezulu.

Address


Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ukhozi FM TV posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

  • Address
  • Telephone
  • Alerts
  • Claim ownership or report listing
  • Want your business to be the top-listed Media Company?

Share