16/07/2025
Ukuboshwa,
Two weeks uboshiwe intombi yakho isuke seyenza nje embhedeni kamngane wakho. Abantu besifazane abachithi skhathi meke nje waboshwa ikhofonoza bayinika olandelayo. Phela ikhofonoza kumele ihlale isebenza, angeke ilinde wena Mphundlaphundla ohlulwa ukuzilawula.
Cabanga sewusejele uphethwe i-stress sesigwebo on the other hand intombi yakho bayayishiphisa ngeshizolo emnyango. Bayishaya 8 rounds ngobusuku obubodwa and ijabule shame ngoba wena ubushaya two rounds ulale sengathi ushaywe isikebhe.
Ingakho mina ngithi, uma uboshiwe ziningi izinto ezingakuhambeli kahle empilweni. Ejele uvika izigebengu zifuna ukuphakama ngawe, uvuka ngo 03h00 ekuseni, umndeni wakho uyasokola izingane zakho ziyakudinga, umfazi wakho bayamnabisa emnyango, ejele ubulawa indlala, izitha zakho emnyango zisebenzisa imithi wokuthi ufele ejele. Yey bafwethu kuningi.
Fundani niqaphele ❤️