20/06/2025
EPHUTHUMAYO MPHAKATHI
Sizwe SakwaHlongwa nesaMabomvu Nalu Udaba Oluphuthumayo.Ngibhalelwe Ngomunye Webafwethu ucela ukudluliselwa umyalezo .
Ngikubingelele Mtanekhehla Ngingowesilisa Ozizamelayo Obamba lapha nalapha.Ngicela Ungiphostele Lana Kwinkundla Zokuxhumana so usaba lwami lumi kanje Ngike ngaya enkosini Mayelana Nencwadi ezinesigxivizo Sakwa Cogta Ngidinga ukwenza Iphasi Manje ayenzeki ngoba abazali bashona bobabili Mina Ngibiza Isbongo sakoMah Manje ngizamile ukufuna abesibongo Sami kudingakala esikamama nesicelo Sami bayasichitha kwa-Home Affairs Kudingakala incwadi enesigxivizo sakoNkosi kwaHlongwa engidabuka khona ukuze kusayinelwe Istifiketi sokushona Bese ngikuhambisa kwaHome Affairs Ukuze Kukwazi Kwenzeke Umazisi(ID) .
Benginesicelo Konokuxhumana Nenkosi YakwaHlongwa Ukuba Amucele Lezincwadi ezinesigxivizo SakoNkosi.
Ngyakhothama KuNdabezitha WakoGabhisa Kuba Asize nasi Sizwe Sakhe Sixakekile nakubantu bendawo Siyacela.
PLEASE SHARE !! 🙏