INDU TV1

INDU TV1 https://youtube.com/-t2b?si=1ugq00Mrwt5VIMVo -t2b follows on social media TV1
(1)

Bafowethu iqiniso yini ngobaba πŸ’”πŸ˜ž. Martin  Ziqubu?
24/07/2025

Bafowethu iqiniso yini ngobaba πŸ’”πŸ˜ž. Martin Ziqubu?

Akasekho eMhlabeni u Hulk Hogan.Udlule namhlanje ekuseni ngabo 9, I manager yakhe u Linda Bose uthi uphukile enhliziywen...
24/07/2025

Akasekho eMhlabeni u Hulk Hogan.

Udlule namhlanje ekuseni ngabo 9, I manager yakhe u Linda Bose uthi uphukile enhliziywenu yakhe ngokulahlakela umkhulu u Hulk uthi njee usakude ukuphola njengoba ubesefana nomngani.

Kubikwa ukuthi  nowayengungqongqoshe ohlwini lwabantu okuthiwa amacala abo ahoxiswa ngendlela engaqondakali wuMqondisi w...
24/07/2025

Kubikwa ukuthi nowayengungqongqoshe ohlwini lwabantu okuthiwa amacala abo ahoxiswa ngendlela engaqondakali wuMqondisi wezokuShushisa esifundeni iGauteng South.

u-Advocate Andrew Chauke, omiswe wuMengameli Cyril Ramaphosa.

Kuvela igama lowayengungqongqoshe wezeMidlalo, uMnuz Z**i Kodwa, ohlwini lwamacala ahoxiswa uChauke ngendlela engaqondakali.

UChauke umiswe ngoMsombuluko, kuzoqala uphenyo lokuthi ukulungele yini ukuba sesikhundleni.

Okhulumela iHhovisi likaMengameli, uMnuz Vincent Magwenya, uthe uRamaphosa ubone kungcono ukuba amise uChauke ngenxa yobucayi bezinsolo abhekene nazo.

Kubikwa ukuthi isigebengu singene epolice station santshontsha imoto sabaleka nayo sayoyishayisa sabaleka.Isigebengu sid...
24/07/2025

Kubikwa ukuthi isigebengu singene epolice station santshontsha imoto sabaleka nayo sayoyishayisa sabaleka.

Isigebengu sidune imoto yamaphoyisa eWentworth Police Station Ethekwini. Singene phakathi sayithatha impela. Kwathiwa aybo saphuma impela sahamba nayo.

Sihujwe sajahwa ngakuMarine Drive sabaleka Kuthe sisabaleka kwasho ukuthi bese kushayela sekunovalo, kwayishayisa laphaya kuQuality Street kwaphuma kwabaleka

Amaphoyisa asamuthungatha umsolwa.
😁😁😁😁

Ngomhlaka 19 ebusuku kwabanjwa uMlisa imonto bamukhuthuza yonke imali owayenayo.Baqala bamkhiphisa yonke imali esebank b...
24/07/2025

Ngomhlaka 19 ebusuku kwabanjwa uMlisa imonto bamukhuthuza yonke imali owayenayo.

Baqala bamkhiphisa yonke imali esebank base bemuthembisa ukumdubula unyawo uma engayikhiphi Galena akayifihlile imali.

Babona ngesikade ukuthi imonto inama camera futhi iyabaqopha bazama ukuyicima kepha sekubhedile sebevelile.

Zibukele kule video πŸ“Ή bemkhuthuza.

Ukhala uyazithulisa u Bongekile Ngomane othi imonto yakhe ivele yavutha kungazelele lutho.Uthi imonto yakhe I full servi...
24/07/2025

Ukhala uyazithulisa u Bongekile Ngomane othi imonto yakhe ivele yavutha kungazelele lutho.

Uthi imonto yakhe I full service and iyanakekelwa , ukhale ngomlilo ovele wavuka amalangabi ngaphakathi emontweni.

Kusolakala ukuthi bamushaye ngovutha,

U Dj Tira useyivumile intwana yethu u Mjolisi πŸ™ŒπŸ˜πŸ˜πŸ˜
24/07/2025

U Dj Tira useyivumile intwana yethu u Mjolisi πŸ™ŒπŸ˜πŸ˜πŸ˜

24/07/2025

Izolo bekunokhetho lo Hulumeni basekhaya nawa ama election result
I Mk ayitholamga ndawo ne Eff ayitholanga lutho. I IFP aybonwa nangokhalo kuma percent ama results.

Ward 35 Emfuleni (GP)
ANC 38%
MK 21%
DA 12%
PA 12%
EFF 8%
DITAU 6%
PAC 2%
SEFM

Owesifazane obethemba lokuthola indoda ezomthanda kanye nengane yakhe.πŸ™ŒπŸ’”.Usisi washiwa ubaba wengane yakhe ingane wazikb...
23/07/2025

Owesifazane obethemba lokuthola indoda ezomthanda kanye nengane yakhe.πŸ™ŒπŸ’”.

Usisi washiwa ubaba wengane yakhe ingane wazikbulisela eyedwa wabhekana nobunzima bokukhulisa ingane eyedwa.

Ube esethola isoka elisha enethemba ukuthi lizokwazi ukunika ingane yakhe uthando njengoba yakhula kanzima.

Ubhuti ubesethi cha angeke mina ngikuthande nengane yakho ngithanda wena mina nengane asihlanganisi lutho.ngizyithanda nje ukuthi ingane yakho not ngizenze ubaba kuyona futhi angeke ngiyithande as if ingane yami chaaa eyakho.

Usisi ube esesho ukuthi wayenethemba lokuthi uzokwazi ukumthanda nengane yakhe u bhuti.

Kubukeka usisi enekhanda eligxabhayo ngoba ubhuti uze wakhipha amazwi athi kuncono ubuyele kubaba wengane yakho ngoba uyangijwayela.

Sizwe ngandlebe enye ukuthi laphaya eMzini ka Former  SAA Chairperson Dudu Mnyeni  ongasekho emhlabeni kuthola kale i ma...
23/07/2025

Sizwe ngandlebe enye ukuthi laphaya eMzini ka Former SAA Chairperson Dudu Mnyeni ongasekho emhlabeni kuthola kale i mali elinganiselwa ku 18 million.

Kuthiwa bekune ride sukela ngezikhathi zasekuseni zenziwa I NIU police team babe sebethola isisefo semali esinemali engalinganiselwa ku 18 Million.

Ayii bafowethu inemali I politiki🫣🫣

Uyayiva kengoku Iqembu le MK lifuna u MEC Sipho Hlomuka no Nomagugu Simelane basule njengo MEC ungakashayi umhlaka 26 Ju...
23/07/2025

Uyayiva kengoku Iqembu le MK lifuna u MEC Sipho Hlomuka no Nomagugu Simelane basule njengo MEC ungakashayi umhlaka 26 July 2025.😁

Amaphoyisa ebrhlasele e Comprehensive High School izolo njengoba bekuwusuku lokuvulwa kwezinoole.Ebekhwatha abafundi uku...
23/07/2025

Amaphoyisa ebrhlasele e Comprehensive High School izolo njengoba bekuwusuku lokuvulwa kwezinoole.

Ebekhwatha abafundi ukuthi bayaziphatha yini izikhali noma izidakamizwa.

Batholwe nensangu nogwayi kuphela izikhali azikho abazitholile.

Address

Durban

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when INDU TV1 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share