Umoya FM Breakfast Show

Umoya FM Breakfast Show Start your day with a bang. positive mindset, good music.

06/02/2024

Sekusondela izinsuku zokuvalwa for ukubhalisela ukubhala ku 2024 May/June Examination ngabe usubhalisile? Ungavumi ukweqiwa nayilo nyaka ukungabi no Matric kuwumthwalo kuvala eminingi iminyango

Sithinte ku 0814851936

Imbila yaswela umsila ngokuyalezela

Umoya Breakfast Show Nj 629 E20 eli blue with Thumbeza ka Myeni.Topic  Asixoxe Mlaleli Uma uhulumeni engathola uwoyela o...
10/04/2023

Umoya Breakfast Show Nj 629 E20 eli blue with Thumbeza ka Myeni.

Topic

Asixoxe Mlaleli

Uma uhulumeni engathola uwoyela ongenza izigidi zemali egcekeni lakho angathi iproperty yakhe kodwa uma engathola ama drugs or illegal weapons angathi awakho akbophe. Ingabe kuright lokhu? Yini enye oyaye uthi uHulumeni u unfair kuyo

069 857 4778 calls and WhatsApp

https://zeno.fm/radio/umoya101-9fm/

Tune in 06h00 to 09h00
Tuesday 12 April 2023

Listen to Umoya101-9FM for the best Zulu, English (U.S.), English (UK) General radio. Listen live, catch up on old episodes and keep up to date with announcements.

Umoya Breaksfast Show with Bongumusa Hlophe NJ 629 E20 Eliblue 6AM TO 9AMTopic Isukileeeeee Mlaleli now that i Valentine...
21/02/2023

Umoya Breaksfast Show with Bongumusa Hlophe NJ 629 E20 Eliblue 6AM TO 9AM

Topic

Isukileeeeee Mlaleli now that i Valentine isidlulile nakhu sekuyavela ukuthi i Gift oyitholile ibivela kwi EX yakho wenzenjani? Let say maybe wakuthengela isipho like imoto, Wenzenjani? Uyamtshela othandana naye manje? Uyayibuyisela wenzenjani?

Sithole ku 101.9 FM okanye ufake nansi i link

https://zeno.fm/radio/umoya101-9fm/

Studio line for calls & Whattsapp/ 0698574778

Umoya Breaksfast Show with Bongumusa Hlophe NJ 629 E20 Eliblue 6AM TO 9AMTopic Ngabe ngokbona kwakho abaholi sibakhetha ...
01/02/2023

Umoya Breaksfast Show with Bongumusa Hlophe NJ 629 E20 Eliblue 6AM TO 9AM

Topic

Ngabe ngokbona kwakho abaholi sibakhetha ngendlela efanele yini? Ingabe sibheka izinto eziryt yini uma sikhetha?

Sibukisisa Ipolitiki no Nkululeko Mdzakudza

1. Coalition IFP vs EFF

2. SANCO Saga

3. Ethekwini Municipality Mayor and Deputy Mayor issues

Sithole ku 101.9 FM okanye ufake nansi i link

https://zeno.fm/radio/umoya101-9fm/

Studio line for calls/Whattsapp Voicenote 076 383 9175

Listen to Umoya101-9FM for the best Zulu, English (U.S.), English (UK) General radio. Listen live, catch up on old episodes and keep up to date with announcements.

Umoya Breakfast Show with Thumbezaaa 629Topic  # Matric 2022 Mlaleli wake wabolekisa ngento yakho wagcina usuzisola ukut...
23/01/2023

Umoya Breakfast Show with Thumbezaaa 629

Topic

# Matric 2022


Mlaleli wake wabolekisa ngento yakho wagcina usuzisola ukuthi ubuyidedelelani? Kwakuyini kwenzekani?

SinoMfundi u Sabelo Ncube othole o A's abawu 4 kanye no B abawu 3 yini ongafisa ukuyidlulisa kuyena?

Siku 101.9 or https://zeno.fm/radio/umoya101-9fm/

Studio line : 0698574778
WhatsApp No 0763839175
# Laguga Iteki

Umoya Breakfast Show with Thumbezaaaaaaa 629 # Topic Siqhubeka ne 16 days of Activism for No Violence Against Women and ...
30/11/2022

Umoya Breakfast Show with Thumbezaaaaaaa 629

# Topic

Siqhubeka ne 16 days of Activism for No Violence Against Women and Children

Topic

Bake bakudayisela ingulube isesakeni
Ingulube Esakeni : False Advertising

08:10 Sihlaziya Ipolitiki Mr Nkululeko Chiliza

Siku 101.9 or

https://zeno.fm/radio/umoya101-9fm/

Studio line/ Whattsapp No 0763839175

Umoya Breakfast Show with Thumbezaaaaaaa 629 # Topic Namhlanje Siqala i 16 days of Activism for No Violence Against Wome...
25/11/2022

Umoya Breakfast Show with Thumbezaaaaaaa 629

# Topic

Namhlanje Siqala i 16 days of Activism for No Violence Against Women and Children

Ngabe mawubheka Mlaleli yini eyenza impi yokuhlukunyezwa kwabantu besifazane nabantwana ingapheli? Ngabe uHulumeni nezinhlaka zakhe benza ngokufanele? Ngabe amadoda wona yini le ewenza angayizwa lendaba eshunyayelwa kangaka?

Siku 101.9 or

https://zeno.fm/radio/umoya101-9fm/

Studio line/ Whattsapp No 0763839175

Umoya Breakfast Show with Thumbezaaaaaaa 629 # Topic UMnu Walus owabulala uChris Hani uthole ushwele emva kweminyaka ewu...
22/11/2022

Umoya Breakfast Show with Thumbezaaaaaaa 629

# Topic

UMnu Walus owabulala uChris Hani uthole ushwele emva kweminyaka ewu 28 ebhadle ejele, iNkosikazi ka Hani ibithukuthele iveva ize yanqumela amajaji ugwayi katiki wathi uwanika 2 years

Ngabe Mlaleli umuntu uma ahlukumeza abantu wabe eseyaboshwa ngabe isidingo sokumdedela ngeParole sikhona yini?

Siku 101.9 or

https://zeno.fm/radio/umoya101-9fm/

Studio line 0763839175

Umoya Breakfast Show with Thumbezaaaaaaa 629Interview DJ Mngadi & AmaSiblings  # Hawemah Baze Bangigila Topic Wake Wagil...
04/11/2022

Umoya Breakfast Show with Thumbezaaaaaaa 629

Interview

DJ Mngadi & AmaSiblings

# Hawemah Baze Bangigila

Topic

Wake Wagileka yini estokofeleni usulinde ukuhlukanisa nashawa ngeyitori nagcine nenzenjani? Noma usixoxele okwake kwehlela abanye

Siku 101.9 or

https://zeno.fm/radio/umoya101-9fm/

Studio line 0763839175

Umoya Breakfast Show with Thumbezaaaaaaa 629 # Sika CCMA wezemijoloWake waliwa Unfairly? Wathi uma uthi uyabuka wabona n...
27/10/2022

Umoya Breakfast Show with Thumbezaaaaaaa 629

# Sika CCMA wezemijolo

Wake waliwa Unfairly? Wathi uma uthi uyabuka wabona nawe ukuthi nooo isizathu si Invalid Khuluma nathi sasithini lesosizathu Umahluleli uzosho ukuthi no Kwakungafanele ngempela noma kwakufanele

Sitholakala ku 101.9 on your Radio

or ungasithola nakule link

https://zeno.fm/radio/umoya101-9fm/

Studio line 0763839175

Sekuvele Kwavukeka Vusa Abanye nawe Umoya Breakfast Show ku 101.9 FM okanye https://zeno.fm/radio/umoya101-9fm/Ugibele i...
26/09/2022

Sekuvele Kwavukeka Vusa Abanye nawe

Umoya Breakfast Show ku 101.9 FM okanye

https://zeno.fm/radio/umoya101-9fm/

Ugibele i E20 Eli Blue NJ 629

uThumbeza namhlanje uthethisa laba abavele isicabha basigaklaze

Kunengxoxo la ngaphakathi, Njengoba siphuma kule Mpelasonto esiphuma kuyo ebiphithizela kuvunuliwe kukuhle kunjeya Ngabe wake wagileka yini wafihlelwa ngomcimbi waze wawubona ngezithombe?

Maybe ufihlelwe ngomembeso womuntu wakho

Okanye kube umcimbi wasemndenini?

Okanye okamngani noma umakhelwane

Woza ne Voicenote yakho sixoxe okanye sihleke nawe uma sekwadlula

Studio line & Whattsapp 076 383 9175

Umoya Breakfast Show 101.9 FM ungene kwi link https://zeno.fm/radio/umoya101-9fm/Topic Yini eyenza abesifazane bamanje b...
18/08/2022

Umoya Breakfast Show 101.9 FM

ungene kwi link
https://zeno.fm/radio/umoya101-9fm/

Topic
Yini eyenza abesifazane bamanje bahluke kunabakuqala? Kuqala owesifazane ubekwazi ukulibamba ikhaya liqine lithule akhiqize abantwana abafundisekile nabanenhlonipho


07h40 Life Mirror with Khanyi M

08h00 to 09h00 Inspire us through your Story with Lady Apostle Nkosi

Umoya Real Breakfast Show with Bongumusa Hlophe lets Engage

# Studio line &Whattsapp 076 383 9175

# Please SMS MBA BONGUMUSA HLOPHE BEST RADIO PRESENTER TO 47439.

Listen to Umoya101-9FM for the best Zulu, English (U.S.), English (UK) General radio. Listen live, catch up on old episodes and keep up to date with announcements.

Address

Woodpecker
Verulam
4319

Opening Hours

Monday 06:00 - 09:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00

Telephone

+27766670565

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Umoya FM Breakfast Show posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category