24/06/2026
Lalelake imihlola🚨‼️
Here’s One of the Reasons why I really don’t like talking to izihlobo:
1. Long unnecessary conversations. Conversations with no direction at all 🚮💔 manje nami sekmele ngihlebe ngamagama abantu🤦🏽♂️ why ungangtsheli ngamathuba omsebenzi owatholile? Why ungangixoxisi ngento ezonginikeza iDirection?🤷🏽♂️
2. Asking Questions I don’t have answers to 🚮🤦🏽♂️ Questions like: manje umculo uhamba kanjani?😩
Awuyi ngani ukuyowubheka wena🤨 haw🤔ngoba phela uyazi ngiwfaka online, koda cha ubona kungcono ukuthi uzongiphazamisa entweni engibhizi ngayo ⏱️trying to change my life by all means, cause wena you won’t assist me, even though I know that you are very capable of doing so. Awume kancane✋. Vele ubunganginakile 🤧 ngakho umdlalo omuhle awuqhubeke🤝
Mina udadewethu owayengifonela ngingakabi semehlweni abantu is six feet underground 💔🕊️🪦⚰️ Kanye nabantu engingabazi, abangibona la koFacebook noTik Tok.
Okuyiyona mbangela yokuthi ngivuke njalo ekseni nginethemba lokuthi kusazokhanya🕯️
Ophansi Akawi.