Bayede News

Bayede News KuBAYEDE - Iphepha laboHlanga, asibhali noma ngaluphi udaba, kunalokho siveza ingqikithi siqhakambise nolwethunga.
-
Bhalisa Manje. 👇
(335)

KuBAYEDE - Iphepha laboHlanga, asibhali noma ngaluphi udaba, kunalokho siveza ingqikithi siqhakambise nolwethunga.

CUPHA LAPHA: Uma  kungathiwa khetha indawo ongahlala kuyo nomuntu ongahlala eduze kwakhe  ungakhetha kuphi. Kungani unga...
26/12/2025

CUPHA LAPHA: Uma kungathiwa khetha indawo ongahlala kuyo nomuntu ongahlala eduze kwakhe ungakhetha kuphi. Kungani ungakhetha ukuhlala lapho?

AMANDLA ENDODA KAWAPHELI:  Vukani Bafana nishwabadele iZimbabwe bese sicela impinda lapha eGibhithe ukuze igezelane.
26/12/2025

AMANDLA ENDODA KAWAPHELI: Vukani Bafana nishwabadele iZimbabwe bese sicela impinda lapha eGibhithe ukuze igezelane.

SENZENI NA?
26/12/2025

SENZENI NA?

UGANDAGANDA: USalah uyamazi kanjalo nomhlaba jikelele.
26/12/2025

UGANDAGANDA: USalah uyamazi kanjalo nomhlaba jikelele.

Awudodise ikhehla. Lenzenjani manje ?
26/12/2025

Awudodise ikhehla. Lenzenjani manje ?

BABANJELWE?
26/12/2025

BABANJELWE?

INTUNDA BEBHEKENE: Kuthiwa kuleli amanzi amponjwana kasiwadlalisi. Kuthiwa ngonyaka yizigidigidi ezili- R150  ezichithwa...
26/12/2025

INTUNDA BEBHEKENE: Kuthiwa kuleli amanzi amponjwana kasiwadlalisi. Kuthiwa ngonyaka yizigidigidi ezili- R150 ezichithwayo kucishwa ukoma.Kulezi khathi zamaholide nje sesifike kwizigidi ezi- R 414, Kusaqhubeka.

KUNGACHITHEKI UPHOKO: INigeria inabantu abaningi e-Afrika. Izigidi zabo zithutheleka emazweni  ehlukene kubalwa neNingiz...
26/12/2025

KUNGACHITHEKI UPHOKO: INigeria inabantu abaningi e-Afrika. Izigidi zabo zithutheleka emazweni ehlukene kubalwa neNingizimu Afrika. Uma kungaqubuka impi yenkolo, phakathi kwamaKhrestu namaSulumane noma eyomkhaya nakanjani amazwe anjenge Nigizimu Afrika ayothinteka.

Okwenziwe iMelika kungabukeka kukuhle kwabathile kepha okumele kweluswe manje ukuthi kungakapakeli empini yegceke eNigeria nengasho ukuchitheka kophoko kungaqali.

ISIPHO SIKA KHISIMUZI? Izolo uTrump uqinisekisile ukuthi iMelika igadlile eNigeria. Uthi umthofi ububhekiswe kuzihongwa ...
26/12/2025

ISIPHO SIKA KHISIMUZI? Izolo uTrump uqinisekisile ukuthi iMelika igadlile eNigeria. Uthi umthofi ububhekiswe kuzihongwa ze-ISS ezibhace kuleliyazwe, nathe zibulala kakhulu amakhrestu.

Ungalenzi iphutha lokucabanga ukuthi imicibishlo yomlilo isuke eMelika. Empeleni isuke ezweni thizeni e-Afrika. Namanye amazwe ase-Afrika avuma ukuba kusetshenziwe imikhathi yawo ukuze imicibilisholo ingaphazamiseki. Ngisho uhumumeni waseNigeria ubenolwazi, yena zolo lokhu obesola iMelika ngenkulumo yokuhlasela eNigeria.

Inkinga ke ilapha. Lokhu kungahle kusetshensizwe njengenhlabamkhosi kuMasulumane aseNigeria nakwamanye amazwe ukuthi uhulumeni ucheme namaKhrestu neMelika - ake sithule sibheke. ( Isithombe : New York Times)

NJENGAMIHLA YONKE: Ulwandle olubizela kulo konke ( uNokufa) nangalesi sikhathi liyafinyelela emizini yabantu, ababusi na...
24/12/2025

NJENGAMIHLA YONKE: Ulwandle olubizela kulo konke ( uNokufa) nangalesi sikhathi liyafinyelela emizini yabantu, ababusi namakhosi. Kulabo esilibabizele kulo - sithi ndlela zimhlophe. Kumalungu emindeni siqinsekisa ukuthi , nembala lena yindlela yethu sonke.

KUCHITHEKA IZISHEBO: Lapha isixazululo kungaba yisiphi. Akubuthe noma aqale phansi?
24/12/2025

KUCHITHEKA IZISHEBO: Lapha isixazululo kungaba yisiphi. Akubuthe noma aqale phansi?

KONAKELE INGQALASIZINDA:  Kuthiwa umonakalo owenziwe yishodi  likagandaganda, uMbokazi usalungiswa namanje . Bathunga be...
24/12/2025

KONAKELE INGQALASIZINDA: Kuthiwa umonakalo owenziwe yishodi likagandaganda, uMbokazi usalungiswa namanje . Bathunga bethungile. .

Address

Unit D6, Meyrickton Park, 2 Meyrickton Place, Hillcrest
Winston Park
3610

Opening Hours

Monday 08:30 - 16:30
Tuesday 08:30 - 16:30
Wednesday 08:30 - 16:30
Thursday 08:30 - 16:30
Friday 08:30 - 16:30

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Bayede News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Bayede News:

Share

Category