31/05/2026
Lona osesithombeni uThabiso Siyabonga Hlatshwayo odabuka Eswatini ucela ukufuniswa uBaba wakhe noma umndeni wakubo kaBaba wakhe owaziwa ngo Jabulani Khehla Hlatshwayo kusolakala ukuthi ubaba ungowalapha oPhongolo. Uthi umama wakhe wayezisebenza ethengisa Izimpahla namacansi ilaphokeee adibana khona no baba Hlatshwayo ezimayini zase mpumalanga phakathi kwe Kingrose noma Leslie Mine, base balahlekelana yena wayeneminyaka emibili bedukelana uma ezwa ngo Mam wakhe.
Sicela abangaba nosizo bamthinte +268 76205529 naku WhatsApp uyatholakala ๐๐